2
IKHADI ELINEZINKINOMBO UZODINGA • ikhadibhodi elinemibala enhlobonhlobo • amakhilayoni • izinkinobho • inhlaka • isokelo • izitikha • amakhokhi • irula • upende OKWENZAYO 1 Goqa ukhadibhodi ongu-A4 ube yizingxenye ezimbili ezilinganayo. 2 Sika unxane onezinhlangothi ezilinganayo kukhadibhodi onombala ohlukile. Kumelwe ube mncane kunekhadi lakho. Unamathisele ngenhlaka phakathi nendawo ekhadini. 3 Manje usungalihlobisa ikhadi lakho. Dweba futhi ucike imibala yembali kukhadibhodi osele. Yinamathisele ngenhlaka ekhadini. 4 Namathisela ngenhlaka inkinobho maphakathi nemibala yembali. 5 Sebenzisa amakhokhi noma upende ukudwebe iziqu. 14 Meyi INGABE BEWAZI? Usuku Lukamama lagujwa okokuqala ngo-1908, lapho u-Anna Jarvis, owesifazane omncane eMelika, efuna ukufeza izifiso zikamama wakhe zokuba nosuku lomama nje kuphela. uSuku Lokamama USEKHONA UMAMA! Izingwenya zingomama abahle kakhulu. Lapha amaqanda ayo esekulungele ukuchanyuselwa, iwaphula ngobunono ngazinyo ayo ukuze avuleke ukusiza wonke amazinyane aphume. Yeka ubuhle! IYIPHI IMBALI ONGAYINIKA UMAMA NGOSUKU LUKAMAMA? Imbali ejwayelekile ngoSuku Lukamama i-carnation. Ama- carnation aphinki abonisa ukubonga. XX U-EPRELI/MEYI 2018 - ACKERMANS IZINGANE KUPHELA! Ngosuku Lukamama sijabulela omama abakhethekile—umama wakho, usisi, ugogo, u-anti noma ngisho nothishela. Nazi ezinye izipho ongabenzela zona. OKUKAMAMA KUPHELA! UMAMA BAKITHI! Ezweni elalaziwa ngeYugoslavia, izingane zazibopha umama wazo ngoSuku Lukamama. Ukuze zimkhulule kwakumelwe aziphe izinto ezithile.

OKUKAMAMA KUPHELA! Ngosuku Lukamama …...ICEBISO QAPHELA LAPHO USEBENZISA ISIKELO! CELA UMUNTU OMDALA AKUSIZE NJALO LAPHO UDINGA UKUSIKA OKUTHILE. U-EPRELI 2018 - ACKERMANS XX ake

  • Upload
    others

  • View
    2

  • Download
    0

Embed Size (px)

Citation preview

Page 1: OKUKAMAMA KUPHELA! Ngosuku Lukamama …...ICEBISO QAPHELA LAPHO USEBENZISA ISIKELO! CELA UMUNTU OMDALA AKUSIZE NJALO LAPHO UDINGA UKUSIKA OKUTHILE. U-EPRELI 2018 - ACKERMANS XX ake

IKHADI ELINEZINKINOMBO UZODINGA • ikhadibhodi elinemibala

enhlobonhlobo • amakhilayoni • izinkinobho • inhlaka • isokelo • izitikha • amakhokhi • irula • upende

OKWENZAYO 1 Goqa ukhadibhodi ongu-A4 ube

yizingxenye ezimbili ezilinganayo.2 Sika unxane onezinhlangothi

ezilinganayo kukhadibhodi onombala ohlukile. Kumelwe ube mncane kunekhadi lakho. Unamathisele ngenhlaka phakathi nendawo ekhadini.

3 Manje usungalihlobisa ikhadi lakho. Dweba futhi ucike imibala yembali kukhadibhodi osele. Yinamathisele ngenhlaka ekhadini.

4 Namathisela ngenhlaka inkinobho maphakathi nemibala yembali.

5 Sebenzisa amakhokhi noma upende ukudwebe iziqu.

14 Meyi

INGABE BEWAZI? Usuku Lukamama lagujwa okokuqala ngo-1908, lapho u-Anna Jarvis, owesifazane

omncane eMelika, efuna ukufeza izifiso zikamama wakhe zokuba nosuku lomama nje kuphela.

uSuku Lokamama

USEKHONA UMAMA!Izingwenya zingomama abahle

kakhulu. Lapha amaqanda ayo esekulungele ukuchanyuselwa, iwaphula ngobunono ngazinyo

ayo ukuze avuleke ukusiza wonke amazinyane aphume. Yeka ubuhle!

IYIPHI IMBALI ONGAYINIKA UMAMA NGOSUKU LUKAMAMA?Imbali ejwayelekile ngoSuku Lukamama i-carnation. Ama-carnation aphinki abonisa ukubonga.

XX U-EPRELI/MEYI 2018 - ACKERMANS

IZINGANE KUPHELA!

Ngosuku Lukamama sijabulela omama abakhethekile—umama

wakho, usisi, ugogo, u-anti noma ngisho nothishela. Nazi

ezinye izipho ongabenzela zona.

OKUKAMAMAKUPHELA!

UMAMA BAKITHI!Ezweni elalaziwa

ngeYugoslavia, izingane zazibopha umama wazo

ngoSuku Lukamama. Ukuze zimkhulule

kwakumelwe aziphe izinto ezithile.

Page 2: OKUKAMAMA KUPHELA! Ngosuku Lukamama …...ICEBISO QAPHELA LAPHO USEBENZISA ISIKELO! CELA UMUNTU OMDALA AKUSIZE NJALO LAPHO UDINGA UKUSIKA OKUTHILE. U-EPRELI 2018 - ACKERMANS XX ake

ICEBISO QAPHELA LAPHO USEBENZISA ISIKELO!

CELA UMUNTU OMDALA AKUSIZE NJALO LAPHO UDINGA UKUSIKA OKUTHILE.

XXU-EPRELI 2018 - ACKERMANS

ake sakhe MNDENI

KUH

LAN

GA

NIS

WE

USH

AM

ILA

H P

ETER

SEN

PH

OTO

GRA

PHY

SHAV

AN

RA

HIM

/NM

P C

RAFT

S C

HER

NEL

LE W

ILSO

N &

RU

FARO

FA

NA

DZO

SOU

RCES

PIN

TERE

ST.C

OM

, IH

EART

ART

SNC

RAFT

S.C

OM

, ISH

OU

LDBE

MO

PPIN

GTH

EFLO

OR

.CO

M, H

OW

ABO

UTO

RAN

GE.

BLO

GSP

OT.

CO

.ZA

, WW

W.F

TD.C

OM

IZIT

HO

MBE

GA

LLO

IMAG

ES/I

STO

CK

, GA

LLO

IMAG

ES/G

ETTY

IMAG

ES, W

IKIP

EDIA

Izimbali ezakhiwe ngekhathoni lamaqanda

ISITENDI SOBUCWEBEIndawo ekhethekile yezindandatho namacici kaMama.

Siphinde lesi sinyathelo uze ube nonxantathu ababili.

4 Uma seyomile inhlaka, beka amabhokisi kamentshisi phakathi nonxantatha ababili futhi uwabambe ngenhlaka. Kuyeke kome.

5 Thatha izinti ezisele ukunamathelise ngenhlaka phakathi nonxantathu—shiya isikhala esingu-2cm phakathi kwezinti.

UZODINGA• 11 izinti zo-ice-cream omkhulu• upende omibalabala• ibhulashi lokupenda • 2 amabhokisi kamentshisi amakhulu

angenalutho • inhlaka yokhuni • 2 opini abafushane • okunamathelsa

OKWENZAYO1 Penda izinti zika-ice-cream

namabhokisi kamentshisi ngemibala oyithandayo. Kuyeke kome.

2 Hlanganisa ngenhlaka zinhlangothi zamabhokisi kamentshisi ukwenza amashalofu.faka ophini ukwenza izibambo. Sebenzisa ucezu lwento yokunamathelisa ukuvala indawo ehlabayo yophini.

3 Thatha izinti ezintathu zo-ice-cream wenze unxantathu. Hlanganisa izindawo ezisekugcineni ndawonye.

AMA-BATH BOMBUZODINGA• okokufaka umabala ekudleni okubomvu noma

okuphinki • 1 ulamula • ½ inkomishi kasawoti • ¾ inkomishi kafulawa wommbila• 1 inkomishi ye-bicarbonate of soda• 1 isipuni samafutha • 1 isipuni esincane samanzi • ama-silicone mould

OKWENZAYOHlanganisa zonke izithako ezomile esitsheni. Kwesinye isitsha, hlanganisa izithako eziwuketshezi. Faka izithako eziwuketshezi ezithekweni ezomile. Kuxove kuhlangane kahle.

Faka le ngxube kuma-silicone mould

ukuyeke kome ubusuku bonke.

UZODINGA• upende • ikhadibhodi lokhathon

wamaqanda• i-straw zopulastiki noma izinto

zokhuni ezibabha inyama• isikelo • okokuhlobisa okunjengento

ekhazimulayo, isivalo sebhodlela lopulastiki, amapampamu, amakhilayoni

• inhlaka • isalutheyiphu • ibhulashi lokupenda

OKWENZAYO1 Sika ikhathoni lamaqanda limise

okwembali. Lisike kahle kuzo zonke izinhlangothi ukuze libe indilinga yemibala yembali.

2 Penda izimbali bese uziyeka zome.

3 Hlobisa izimbali. Sisebenzisa amakhilayoni, okukhazimulayo, izivalo zamabhodlela opulastiki namapampamu.

4 Namathisela i-straw ngenhlaka noma ngesalutheyiphu ngemva kwembali.

FAKA AMA-BATH BOMB EZIKHWAMENI ZEPHEPHA ZAMA-CUPCAKE.

ICEBISO