1
Kakhulu izinga lempilo yethu liboniswa isimo somzimba emizimbeni yethu. Umzimba ophilile usenza ukuthi sikwazi ukubamba iqhaza emisebenzini ejwayelekile yempilo njengomsebenzi, ukudlala, ukufundela ukuthi sizenze ngcono, ukuhamba sibone umhlaba osizungezile. Enye yezinto ezibaluleke kakhulu ekubeni nempilo esezingeni eliphezulu ukuba nokudla okondla umzimba okufanele, lokhu kusho ukudla okulungele umzimba okunesilinganiso esifanele. Kodwa-ke abantu abaningi, kusukela ezinganeni kuye kubantu asebekhululile, abakwazi ukuthola ukudla okufanele. Ukudla okulungele umzimba kuhambisana nokuvocavoca umzimba. Lokhu kungahlukahluka, kungasuka emizuzwini engama-45 kuye kwengama-90 kabili kuya kokuthathu ngesonto. Indlela yomuntu yokuphila kanye nezindlela zokubaluleka kunesandla ekubeni sengozini yokungenwa yizifo. Nezinga lenhlanzeko yendawo esiphila kuyo linomthelela empilweni yethu. Ngezinye izikhathi izindawo esihlala kuzo noma esisebenza kuzo zibanga ingcindezi eyeqile ezingqondweni zethu ezinomphumela omubi kakhulu ekuvikelekeni kwezimpilo zethu. Izinto ezichazwe ngenhla ziholela ekubeni buthaka kwempilo yethu ngoba sivumela izivikeli mzimba zethu ukuthi zikhathale bese zingasasebenzi ngempumelelo. Yingakho-ke sibekeka njalo engozini yokuphathwa yizinhlobo ezahlukene zezifo kanye nokufa. Uma silokhu singaphansi kwalezi zimo, izivikeli mzimba ziba sesimeni esibi kakhulu. Ukwanela kwezivikeli mzimba kukalwa ngokwesayensi bese kubikwa njengokubalwa kwe- CD4. Ukubalwa kwe-CD4 okuphakathi kwama-200 ne-2000 zingayigcina impilo isesimeni esijwayelekile. Ngokwemvelo, lokhu kusho ukuthi uma ngabe ukubalwa kwe-CD4 kusondele kakhulu ema-200 izivikeli mzimba zakho azizusebenza ngempumelelo kahle. Lokhu kuba sema-200 noma ngaphansi kokubalwa kwe-CD4 kusho izinto ezinzima kumuntu one-HIV. Inamba yokubhalisa 1997/021500/07 Pengen Trading (Pty) Ltd Izinga Lempilo Ukudla okondla umzimba Indlela Yokuphila Yomuntu Uqobo Ukuba buthaka kakhulu kwempilo 177 Koedoe Street, WIERDA PARK PO Box 50358, 0149 Imibuzo Ngemikhiqizo: 012 653 8143 Iselula: 0824968520 I-e-meyili: [email protected] www.aaacd4max.co.za Ukushoda kwezivikeli mzimba njengoba kufakazelwa ngukuba phansi kokubalwa kwe-CD4, kusho ukubeka engozini yokungenwa izifo ezinjengomdlavuza, i-herpes, i-HIV/AIDS, isifo sesifuba, izifo zamaphaphu nezesibindi. Lokhu kusho ukuthi umkhuba wokuthi umuntu abesengozini yokungenwa yilezi zifo uyakhula ngamandla. Ucwaningo lukufakazele ukuthi Izwekazi lase-Afrika ukushoda kwalo kakhulu ngokudla okulungele umzimba ngenxa yokungabibikho kweseleniyamu kuholela ekubekeni izivikeli mzimba engcupheni. TM I-CD4Max isakhiwo esinezinto zokulwa negciwane ezinamandla okwenza ngcono/ okunikeza amandla izivikeli mzimba. Ulwazi olukhona njengamanje lukhombisa ukuthi ukubalwa kwe-CD4 kukhula ngezinga eliphakathi nendawo lamaphuzu angama-50 emva kokwelashwa amasonto ayisi-6 kuphela. Ngako-ke ukuphila kubonakale kubuyiselwa TM TM esimeni ngesikhathi esifushane nje kubantu abasebenzisa i- CD4Max . I-CD4Max inganikezelwa ngokuphephile kubantwana abasandukuzalwa kanye nabantu asebegugile. Kwehlukana nje kuphela umthamo/isilinganiso abawuthathayo. Abesifazane abakhulelwe kufanele lo mkhiqizo bawusebenzise ngaphansi kwehlo lodokotela babo. Ezimeni lapho obekunikezelwe khona izidambisi gciwane ukubuyisela isibalo se-CD4 TM esimeni, ingasetshenziswa i-CD4Max kanye nazo ukweseka izivikeli mzimba. TM Imikhiqizo yethu ye-CD4Max inalezi zinto ezilandelayo: · Izinto zokwelapha (Ipaka leNyanga) elinamaphakethe amathathu ezichibiyeli kudla ezinomsuka owumbila ongezinongo zevanila, ubhanana nestrobheri, amaphilisi ayi-180 kanye nokhrimu wesikhumba ongama-100ml. Ukhrimu uwusizo kakhulu lapho kunezilonda ezibangwa ukulala kodwa ungasetshenziswa futhi ezimeni lapho kunesikhumba esilimele khona noma njengeloshini yokugcoba umzimba nezandla. · Okuqukethwe Emgodleni Wezinto Zokwelapha nakho kuyatholakala njengemikhiqizo ehamba ngayodwa. Yonke imikhiqizo yethu iyatholakala emakhemese ahlukene, izitolo zemikhiqizo yezempilo kanye nezinye nje izitolo. Ukuze uthole olunye ulwazi shayela ucingo ku-(012) 653 8143. Izitolo/izindawo zokuthengisela TM Imikhiqizo ye- CD4Max TM Ukuba ngcono nge-CD4Max Ukushoda kwezivikeli mzimba Sunnyprint Centurion (012) 664 0940 I-CD4Max NGEYAKHO Ukwanela kwezivikeli mzimba

Ukushoda kwezivikeli mzimba Pengen Trading … Trading (Pty) Ltd Izinga Lempilo Ukudla okondla umzimba Indlela Yokuphila Yomuntu Uqobo Ukuba buthaka kakhulu kwempilo 177 Koedoe Street,

Embed Size (px)

Citation preview

Kakhulu izinga lempilo yethu liboniswa isimo somzimba emizimbeni yethu. Umzimba ophilile usenza ukuthi sikwazi ukubamba iqhaza emisebenzini ejwayelekile yempilo njengomsebenzi, ukudlala, ukufundela ukuthi sizenze ngcono, ukuhamba sibone umhlaba osizungezile.

Enye yezinto ezibaluleke kakhulu ekubeni nempilo esezingeni eliphezulu ukuba nokudla okondla umzimba okufanele, lokhu kusho ukudla okulungele umzimba okunesilinganiso esifanele. Kodwa-ke abantu abaningi, kusukela ezinganeni kuye kubantu asebekhululile, abakwazi ukuthola ukudla okufanele. Ukudla okulungele umzimba kuhambisana nokuvocavoca umzimba. Lokhu kungahlukahluka, kungasuka emizuzwini engama-45 kuye kwengama-90 kabili kuya kokuthathu ngesonto.

Indlela yomuntu yokuphila kanye nezindlela zokubaluleka kunesandla ekubeni sengozini yokungenwa yizifo. Nezinga lenhlanzeko yendawo esiphila kuyo linomthelela empilweni yethu. Ngezinye izikhathi izindawo esihlala kuzo noma esisebenza kuzo zibanga ingcindezi eyeqile ezingqondweni zethu ezinomphumela omubi kakhulu ekuvikelekeni kwezimpilo zethu.

Izinto ezichazwe ngenhla ziholela ekubeni buthaka kwempilo yethu ngoba sivumela izivikeli mzimba zethu ukuthi zikhathale bese zingasasebenzi ngempumelelo. Yingakho-ke sibekeka njalo engozini yokuphathwa yizinhlobo ezahlukene zezifo kanye nokufa. Uma silokhu singaphansi kwalezi zimo, izivikeli mzimba ziba sesimeni esibi kakhulu.

Ukwanela kwezivikeli mzimba kukalwa ngokwesayensi bese kubikwa njengokubalwa kwe-CD4. Ukubalwa kwe-CD4 okuphakathi kwama-200 ne-2000 zingayigcina impilo isesimeni esijwayelekile. Ngokwemvelo, lokhu kusho ukuthi uma ngabe ukubalwa kwe-CD4 kusondele kakhulu ema-200 izivikeli mzimba zakho azizusebenza ngempumelelo kahle. Lokhu kuba sema-200 noma ngaphansi kokubalwa kwe-CD4 kusho izinto ezinzima kumuntu one-HIV.

Inamba yokubhalisa 1997/021500/07

Pengen Trading (Pty) Ltd

Izinga Lempilo

Ukudla okondla umzimba

Indlela Yokuphila Yomuntu Uqobo

Ukuba buthaka kakhulu kwempilo

177 Koedoe Street, WIERDA PARK

PO Box 50358, 0149

Imibuzo Ngemikhiqizo: 012 653 8143

Iselula: 0824968520

I-e-meyili: [email protected]

www.aaacd4max.co.za

Ukushoda kwezivikeli mzimba njengoba kufakazelwa ngukuba phansi kokubalwa kwe-CD4, kusho ukubeka engozini yokungenwa izifo ezinjengomdlavuza, i-herpes, i-HIV/AIDS, isifo sesifuba, izifo zamaphaphu nezesibindi. Lokhu kusho ukuthi umkhuba wokuthi umuntu abesengozini yokungenwa yilezi zifo uyakhula ngamandla. Ucwaningo lukufakazele ukuthi Izwekazi lase-Afrika ukushoda kwalo kakhulu ngokudla okulungele umzimba ngenxa yokungabibikho kweseleniyamu kuholela ekubekeni izivikeli mzimba engcupheni.

TM I-CD4Max isakhiwo esinezinto zokulwa negciwane ezinamandla okwenza ngcono/ okunikeza amandla izivikeli mzimba. Ulwazi olukhona njengamanje lukhombisa ukuthi ukubalwa kwe-CD4 kukhula ngezinga eliphakathi nendawo lamaphuzu angama-50 emva kokwelashwa amasonto ayisi-6 kuphela. Ngako-ke ukuphila kubonakale kubuyiselwa

TM TM esimeni ngesikhathi esifushane nje kubantu abasebenzisa i- CD4Max . I-CD4Max

inganikezelwa ngokuphephile kubantwana abasandukuzalwa kanye nabantu asebegugile. Kwehlukana nje kuphela umthamo/isilinganiso abawuthathayo. Abesifazane abakhulelwe kufanele lo mkhiqizo bawusebenzise ngaphansi kwehlo lodokotela babo.Ezimeni lapho obekunikezelwe khona izidambisi gciwane ukubuyisela isibalo se-CD4

TM esimeni, ingasetshenziswa i-CD4Max kanye nazo ukweseka izivikeli mzimba.

TM Imikhiqizo yethu ye-CD4Max inalezi zinto ezilandelayo:

· Izinto zokwelapha (Ipaka leNyanga) elinamaphakethe amathathu ezichibiyeli kudla ezinomsuka owumbila ongezinongo zevanila, ubhanana nestrobheri, amaphilisi ayi-180 kanye nokhrimu wesikhumba ongama-100ml. Ukhrimu uwusizo kakhulu lapho kunezilonda ezibangwa ukulala kodwa ungasetshenziswa futhi ezimeni lapho kunesikhumba esilimele khona noma njengeloshini yokugcoba umzimba nezandla.

· Okuqukethwe Emgodleni Wezinto Zokwelapha nakho kuyatholakala njengemikhiqizo ehamba ngayodwa.

Yonke imikhiqizo yethu iyatholakala emakhemese ahlukene, izitolo zemikhiqizo yezempilo kanye nezinye nje izitolo. Ukuze uthole olunye ulwazi shayela ucingo ku-(012) 653 8143.

Izitolo/izindawo zokuthengisela

TM Imikhiqizo ye- CD4Max

TM Ukuba ngcono nge-CD4Max

Ukushoda kwezivikeli mzimba

Sunnyprint Centurion (012) 664 0940

I-CD4Max NGEYAKHO

Ukwanela kwezivikeli mzimba