Upload
others
View
5
Download
0
Embed Size (px)
Citation preview
Isikhumba sakho sikhulu kunazo zonke izingxenye zomzimba wakho.
Siyasiza sikugcine upholile lapho kushisa, ufudumale lapho kubanda.
76 NOVEMBER 2018 - ACKERMANS
Isikhumba sakho siyisitho somzimba
esikhulu kunazo zonke. Eqinisweni,
isikhumba somuntu ovamile
singamamitha- skwele angu-2 uma
sinwetshiwe.
Amehlo akho yiwo anesikhumba
esincane kakhulu.
Singu-0.02mm ugqinsi
Siba sishaNjalo ngezinsuku ezingu-28 uthola isikhumba
esisha. Ama-cell esikhumba esidala ayafa bese kungena afreshi, amasha.
SINWEBEKA KAKHULU
ZESIKHUMBAIZINDABA
wesisindo somzimba wakho
yisikhumba sakho.
Intende yesandla sakho nengaphansi
lonyawo lwakho zinogqinsi
lwesikhumba olukhulu kunazo
zonke ezinye.
1.5mm UGQINSI
AMAJUNIYA KUPHELA!
BANTWANA
UMSEBENZI WESIKHUMBA
SETHU1 Sisibangela ukuba sizwe
lapho sithintwa , ukuze sazi uma into ishisa, ibanda, irafu nokunye.
2 Sivikela imizimba yethu nezitho zethu, sigcine izinto ezimbi zingaphandle kwemizimba yethu, njemagciwane nokungcola okungasigulisa. Sibuye sigcine izinto ezinhle ngaphakathi, njengoketshezi olufana namanzi negazi.
3 Sisiza imizimba yethu ihlale ishisa kahle. Lapho sishiselwa kakhulu, siyajuluka ukuze sisisize siphole. Isikhumba sibuye sinciphise imithambo yegazi ukuze sifudumale.
4 Sisisiza ukuba senze (sikhiphe) umjuluko nokungcola.
YINI ENIKA
ISIKHUMBA UMBALA WASO?Yithi: mel-uh-nun
I-Melanin yiyo enika isikhumba umbala waso. I- Melanin iwudayi othinta umbala wesikhumba,
amehlo nezinwele kubantu nakwezinye izilwane. Lo dayi uba yimibala ehlukene, kuye ngofuzo lomuntu. Uma isikhumba
sakho simnyama, uba ne-melanin eningi.
NOVEMBER 2018 - ACKERMANS
IHLA
NG
AN
ISW
E N
GU
-MART
INA POLL
EY AND SHAMILAH PET
ERSE
N IM
AGES
GALL
O IM
AGES
/GET
TY IM
AGES
SO
URC
ES KIDSH
EALT
H.O
RG, H
UFF
INGTO
NPO
ST.COM, A
AD.O
RG
1 Faka isigqoko esikhulu.2 Faka ukhilimu welanga njalo
emahoreni amabili.3 Gcobisa izindebe zakho ufake
nokhilimu welanga lapho ungaphandle.4 Ungabi selangeni ngamahora asemini.
VIKELA ISIKHUMBA SAKHO EKULINYAZWENI YILANGA
Uma isikhumba silimala sakha isicubu senxeba ukuze sizame
ukuzelapha sona. Isicubu senxeba asifani nesikhumba esivamile
– asinawo umjuluko noma izinwele, futhi
siba nombala ohlukile (omnyama noma
okhanyayo).
Ingaphansi kwe-dermis futhi ihlanganisa
isikhumba nemisipha namathambo.
Ingxenye engaphakathi yesikhumba. Uwathola
lapha ama-cell egazi, ama-follicle ezinwele
kanye nomjuluko.
Ingxenye engaphandle yesikhumba.
Umsebenzi wayo omkhulu ukuvikela.
UMUCU OMUHLE
Siba namaqhuqhuva lapho sigodola, sesaba, sithukile noma uma sizwa noma sibona into enhle. Imisipha engaphansi kwama-follicle ezinwele zethu iyashwabana (iba mincane), yenze izinwele zomzimba wethu zime. Nezilwane ziyaba namaqhuqhuva ukuze zibonakale zizinkulu ezitheni zazo (izilwane ezifuna ukuzidla).
ISIKHUMBA SEZILWANE
I-EPIDERMIS
I-HYPODERMIS
I-DERMIS
Zonke izinwele ezisemzimbeni wakho zikhula emashubhini amancane abizwa ngokuthi ama-follicle. Unama-follicle ezinwele emzimbeni wakho wonke, ngaphandle kwezindebe zakho, izintende zezandla zakho kanye nengaphansi lezinyawo zakho.
Kungani siba namaqhuqhuva?
IZICUBU ZAMANXEBA
3 WEMICU YESIKHUMBA
UMKHOMO
77
UNWABU
IXOXO
IBHERE LASEZINDAWENI
EZIBANDAYO
Unwabu lungashintsha umbala walo ngemizuzwana. Lokhu likwenzela ukuzifihla
nokugwema izitha zalo, ukuba likhulume namanye amanwabu
nalapho kushisa noma kubanda.
Amaxoxo awawaphuzi amanzi. Imizimba yawo imunca ngesikhumba sawo amanzi awadingayo. Isikhumba sawo sibuye sidonse umoya ocishe ube nguhhafu womoya awudingayo.
Amabhere asezindaweni eziban-dayo anesikhumba esimnyama ngaphansi kweziboya zawo ezim- hlophe ukuze adonse ukukhanya kwelanga bese ehlala efudumele.
Ungakhohliswa yisikhumba esiqinile sengwenya. Ngasemlonyeni wayo,
isikhumba sayo sizwela kakhulu ukudlula iminwe yethu.
AMABALA NEMIGQA EZILWANENI
ISIKHUMBA ESINGASEMLONYENI
WENGWENYA SIZWELA KAKHULU.
ISIKHUMBA ESIWUGQINSI 35cm – Ugqinsi lwesikhumba somkhomo lolo! Wugqinsi lolo oludlula ubude berula.