21
NGOKUKAMARKU

NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

  • Upload
    others

  • View
    1

  • Download
    0

Embed Size (px)

Citation preview

Page 1: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

NGOKUKAMARKU

Page 2: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

IsingenisoNamhlanje abantu abaningi sebezibiza ngabazalwane, uJesu ubabiza abantu bakhe ukuba bamthobele kepha abantu abaningi igama lakhe balisebenzisa ngeze, nangokunganaki, bebe benza okubi, bathi bakhonza uNkulunkulu. Abanye nakuba bezimisele ukuyeka konke babheke uJesu, bamukele ukuhlekwa nokuhlushwa, behlushelwa ivangeli, uJesu uhlukile kunabo bonke abantu asebake baphila, unamandla ahlukile, uthanda ngokuhlukile, usibiza ngokuhlukile, futhi wamukeleka ngokuhlukile. Ngakho-ke umbuzo, kepha okufanele siwubuze ukuthi: ungubani? singamazi kanjani? Ukusisiza siphendule yonke lemibuzo ngoJesu krestu sizosebenzisa incwadi eyodwa ebhayibhelini, ivangeli NgokukaMARKU ukuphendula nokwazi kangcono ngoJesu, kodwa yini sikhetha yona? Impendulo yalombuzo ilula: ivangeli Ngokuka Marku lisitshela ukuthi uJesu ungubani? Wezelani? Naokuthi: kusho ukuthini ukumlandela?. Ukufunda ivangeli NgokukaMarku lizosenza-ke ukuba sibe munye noJesu, sikhuluma futhi sibhekene naye. Ngokulifunda nje sizobona ukuthi ngempela kanti loJesu ungubani sibone futhi ukuthi ngokwazi uJesu singazi uNkulunkulu okunguye owasidala. Ukwengezela lokho UMarku ubhale ivangeli elifishane kumavangeli awu 4 ngalokho-ke liqonda ngqo lento elifuna ukuyisho. Abanye bethu bazokwazi okunye ngoJesu kodwa uma sikhuluma iqiniso: isithombe sonke esiphelele sikude ukusithola siphelele. Ukukholwa kuncike kakhulu kuJesu . Uma singazi ukuthi ungubani nokuthi wezelani, kunzima ukuthi siqonde umyalezo uJesu afuna ukuwudlulisa. Ngokufunda ivangeli NgokukaMarku, singaba nethuba elihle lokuthola iqiniso lokuqinisekisa lokhu umbhali wevangeli ‘NgokukaMarku’ afuna ukukusho okanye aqonde ukukusho uma ethi: “ukuqala kwevangeli likaJesu Kristu indodana kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela inkosi) ‘noyindodana kaNkulunkulu’. Ngokungachith’isikhathi Uzobe usukwazi ukuzibonela ngokwakho ukuthi lelo yiqiniso yini!!

Page 3: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

Kodwa kungabe ivangeli NgokukaMarku lithembekile? uJesu usivezela isidingo sobufakazi ngokuthi akhethe abafundi abawu 12 ukuze bafakaze ngaye. uPapias, umzalwane obhala ngezi 130 ngaphambi kokuzalwa kukaKrestu, ubhale ukuveza ukuxhumana phakathi kukaMarku no Petru, owabe engomunye wabafundi bakaJesu “uMarku waba, umhumushi wabhala kahle konke akukhumbulayo…”

uMarku, uyindoda enjengoba ishiwo encwadini yeZenzo ukuthi wayesondelene kakhulu noPawulu kanye noPetru (Izenzo 12:12,25; 13:5,13; 15:39). Ekubhaleni incwadi yesibili, uPetru wayazi kahle kamhlophe ukuthi usezokufa ngokukholwa kwakhe wase ethi “kepha ngizakukhuthalela ukuba ngezikhathi zonke emva kokumuka (kufa) kwami nisale nizikhumbule lezozinto” (2KAPETRU 1:15). uPetru washona phakathi ko60 weminyaka emva kokuzalwa kukaJesu, ngakho-ke uMarku wabhala incwadi yakhe emva kancane kokushona kukaPetru noma engakakashoni, ukuze agcine kahle ubufakazi buka Petru ayenabo njengomuntu owayehlala enoJesu ngaso sonke isikhathi.

Kodwa singazi kanjani ukuthi leliBhayibheli esilifunda manje ilile uMarku alibhala kudala na? Kunezizathu ezimbalwa ezenza sibe nesiqiniseko salokhu:• Izindimbane zemibhalo yakudala (ngaphezu kuka

24,000) ezingamakhophi eThestamente elidala. Ukukopisha lemiqingo kungalula, ukubheka ukuthi ngabe lokhu okubhaliwe kuyahambiselana.

• Ukufana kwalemiqingo ngendlela echaza ngayo izinto kusinika isiqinisekiso ngoba yabhalwa ngeminyaka yawo

Page 4: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

125 ngaphambi kokuzalwa kukaKrestu (eminye ko 70 Ngaphambi kokuzalwa kuka Krestu). Nakuba uJesu afa cishe ko 33 ngaphambi kokuzalwa kukaKrestu, okwenza isikhala kubonakale sisincane kakhulu, ukufanisa neminye imiqingo yakuqala yezinto ezenzeka, kusibangela ukuba sibe nethemba elikhulu, akekho umuntu kulesisikhathi samanje ongabuza ukuthi ngempela kungabe wayekhona umuntu okuthiwa uWilliam Shakepeare , ngenxa yenqwaba yemiqingo yakhe, kodwa uma ubheka isikhathi semiqingo ngokuhlukana kwayo uyabona ukuthi angeke wayifanisa nhlobo kuleyo yeThestamente elisha.

Ngalokho-ke sidinga ukuzibuza ukuthi yini ndaba kufanele sikholwe eminye imiqingo eyabhalwa phambilini kuneyeThestamente elisha kepha sihluleke ukukholwa kule emisha eyabe ibhalwe ngemuva kwayo, ngaphandle kwalokho uNkulunukulu uthe asikholwe izwi lakhe, wathi alikho nelilodwa izwi eliyolahleka ezwini lakhe aze abuye yena ongumsindisi.

Page 5: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

Uma siphinda sibonana:

Funda NgokukaMarku 1:1-3:6

1. Ngubani osikhomba noma osikhombisa uJesu ngokuka Marku 1:1-13?NgokukaMarku 1:2-3, 1:7, 1:11

2. kuthiwa ungubani loJesu?

3. kungabe lamaphaseji asitshengisa kanjani igunya analo uJesu ?NgokukaMarku 1:16-20, 1:21-28, 1:40-45, 2:1-12, 2:27-28

4. kungabe lamaPhaseji asitshela ukuthini ngenhloso yokuza kukaJesu

NgokukaMarku 1:14-15, 1:35-39, 2:17

5. yikuphi ukuphikisana uJesu abhekene nakho?NgokukaMarku 1:12-14, 2:6-7, 2:15-18, 3:2-6

Page 6: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

1. uJESU– UBUYENAFunda mase niyaxoxa ngokukaMarku 4:35-41

1. Yikuphi kulendaba okusitshengisa ukuthi lesi yisimo esingenathemba lokuthi singalunga?

2. Kungabe uJesu uphendula kanjani kulesisimo uma evuswa na?

3. Yimaphi amagama asisiza ukusitshela ukuthi okwenzeka kwaba wummangaliso kaJesu hhayi nje ukuthi kwazenzekela?

4. Yiziphi izindlela ezimbili zokusaba esizithola ku v.40 no 41, kanti futhi yini imbangela yokusaba ngakunye?

5. Siza abalandeli bakaJesu bakwazi ukuphendula umbuzo wabo ku v41.

Page 7: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

Esesikubonile

Lona ngumhlaba kaNKulunkulu kanti futhi sesibonile ukuthi uJesu uza emhlabeni negunya likaNkulunkulu uqobo.

1. UJesu unegunya lokufundisa NgokukaMarku 1:21-22

2. UJesu unegunya phezu komoya ababi NgokukaMarku 1:23-28

3. UJesu unegunya phezu kwezifo NgokukaMarku 1:29-31

4. UJesu unegunya lokuthethelela izono NgokukaMarku 2:1-12

5. uJesu unegunya phezu kwemveloNgokukaMarku 4:35-41

Kodwa okubalulekile kakhulu njengoba sesazi sesibonile:

6. uJesu unegunya kubantu NgokukaMarku 1:16-20

Page 8: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

Isiphetho:

1. uJesu unamandla negunya elikhulu, njengendodana kaNkulunkulu.

2. uJesu uvela enamandla aphezu kwakho konke, lokho kungukuba uNkulunkulu.

3. uJesu usibizela ukuba simlandele.

Omunye wabiza uJesu “ngendoda ongeke wayiziba”.

Kuphakathi kokuthi uthi ungumqambimanga, noma

unguNkulunkulu. Wena uthi ungubani?

Kunezinto ezintathu okufanele uzazi, manje-ke sesiyibonile eyokuqala

Page 9: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

UMA SIPHINDA SIBONANA: Funda NgokukaMarku 3:7-8:29

1. uJesu uqhubeka kanjani nokuveza igunya analo lokhu futhi kusitshengisa kanjani ukuthi ungubani?

NgokukaMarku 5:1-20, 5:35-43, 6:35-44

2. impikiswano ngoJesu iqhubeka ivele-phi noma siphinda siyibone maphi?

NgokukaMarku 6:1-6, 6:14-29, 7:1-13

3. yiziphi izindlela ezintathu ezihlukene abantu abaphendula ngazo kuJesu?

NgokukaMarku 3:21-22; 4:40-41; 5:15-17, 27-28, 42; 6:1-6, 14-16, 51-56; 7:37; 8:11)

4. Ngokusho kukaJesu kungabe yini edingwa abantu ngempela?

NgokukaMarku 6:34; 7:14-23

5. kungabe baqhamkela kanjani abalandeli bakaJesu ekwazini ukuthi ungubani?

NgokukaMarku 8:14-21, 8:22-26, 8:27-2

Page 10: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

2. UJESU – INHLOSO YAKHE

Funda mase niyaxoxa NgokukaMarku 15:25-16:8

1. yini esitshengisa ukuthi yinto enkulu kakhulu eyenzekayo la?NgokukaMarku 15:33

2. uJesu utshengisa kanjani igunya lakhe noma esefa noma ekufeni?NgokukaMarku 15:37, 39

3. kungabe kunamphumela muni ukufa kukaJesu?NgokukaMarku 15:34, 38

4. sazi ngani ukuthi uNkulunkulu wabe esaphethe phezu kokufa kukaJesu? NgokukaMarku 16:6

5. kungabe kusho ukuthini lokho kuthina bantu?NgokukaMarku 15:39

Page 11: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

okufingqiwe:

incazelo yesiphambano nokuvuka kukaJesu

a. ubumnyama (15:33) kusitshengisa ukuthi ekufeni kukaJesu, uNkulunkulu wabe enza into engummangaliso, nanolaka lukaNKulunkulu.

b. ukukhala (15:34-37) izono zethu ngebhuloho elali phakathi kwethu noNkulunkulu. Esiphambanweni uNkulunkulu waziba indodana yakhe, ejezisa yona ngezono zethu. Ngalokho esusa ukona nobubi bethu.

c. Ikhethini (15:38) ukudabuka kwekhethini, kwakutshengisa ukuthi abantu babuyela ebudlelwaneni noNkulunkulu, ngokufa kukaJesu.

d. Ithuna elingenalutho (16:6) ukuvuka kwakutshengisa ukuthi uNkulunkulu usaphethe kukho konke okwakwenzeka ekufeni kukaJesu, nasekuvukeni kwakhe.

Page 12: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

Isiphetho:

1. ukufa kukaJesu kuphelele ukuba sithethelelwe zonke izono.

2. kodwa ukuxolela kukaNkulunkulu akuzenzekeli ukuba kube okwanoma ubani, wonke umuntu kufanele okwamukele ngokukholwa, uJesu wesiphambano.

3. siyakwazi ukuzikhethela, futhi kuncike phakathi kokuthi siyamamukela uJesu nalokhu asenzela khona, noma sizikhokhela thina izono esizenzayo.

Kunezinto ezintathu okufanele uzazi,

manje-ke sesiyibonile eyesibili

Page 13: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

UMA SIPHINDA SIBONANA: Funda uNgokukaMarku 8:30-10:52

1. ubani indodana yomuntu?NgokukaMarku 8:31, 9:2-9 (buka futhi noDaniyeli 7:9-14)

2. yini “okufanele” ayenze?NgokukaMarku 8:31, 9:31, 10:32-34

3. yini okufanele wonke umuntu ofuna ukulandela uJesu akwenze yini futhi kudingeke akwenze lokhu?NgokukaMarku 8:34-38

4. kuze kube kuliphi izinga lapho abalandeli bakaJesu abaqonda bagcine khona ngokuthi uJesu uzokwenzani? Kubaluleke ngani lokhu?NgokukaMarku 8:31-33, 9:31-35, 10:32-45

5. yini ezoba isixazululo ekungazini kwabo?NgokukaMarku 10:46-52

Page 14: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

3. uJESU – UKUSIBIZA

Funda ngokukaMarku 10:17-34

1. yiziphi izinto ezivimbela abantu ukuba balandele uJesu?

2. yini evimbela indoda ukuba ibe ngumlandeli kaJesu? Yini ndaba lokhu kubalulekile?NgokukaMarku 10:17-22; 8:35-37

3. yiliphi iphuzu uJesu alibekayo uma elinganisa ngeKameli, NgokukaMarku 10:24-25? NgokukaMarku 10:26-27, ubani ongasindiswa?

4. kungabe uNgokukaMarku 10:32-34 (no v.45) usitshelani ngokuthi uNkulunkulu uveza kanjani noma ugcwalisa kanjani ukusindisa? Kungabe-ke yiyiphi impendulo yendoda kwimpendulo yayo kuNgokukaMarku 10:17?

Page 15: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

Isiphetho:

Uma ungase ushone namhlanje ebusuku, uzithole uphambi kukuNkulunkulu, mase eyakubuza ukuthi “ngingakuvumelelani ukuba ungene embusweni wami na?” ungaphendula uthini?Impendulo e-wrong : ngengikwenzile:‘Nkosi ngingenise ngoba:Bengiphila kahle ngigcine imithetho eyishumiNgiphe abampofu bengihlezi kahle nomakhelwaneBengihlonipha bengithandaza, ngifunda nebhayibheliBengiya esontweni ngabhabhadiswa

Uma sithembela ezintweni esazenzayo, uNkulunkulu akasoze asivumela ezulwini, singcole kakhulu ukuthi singangena ezulwini ngokuzizamela – funda NgokukaMarku 7:20-23.

Impendulo e-right : ngalokhu uJesu akwenzile‘Nkosi ngingenise ngoba; UJesu wangifela esiphambanweni, efela izono zami, enginika lokhu okungangifanele; okungukuxolelwa kwezono nokuphila okuphakade.

Uma sithembela kulokhu uJesu asenzele khona ngokufa esiphambanweni, uNkulunkulu uzosivumela ukuba singangena embusweni wezulu, ngezandla ezivulekile.

Kunezinto ezintathu okufanele uzazi, manje-ke sesiyibonile eyesithathu

Page 16: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

UMA SIPHINDA SIBONANA: Funda NgokukaMarku 11:1-16:8

1. kungabe ababusi bamaJuda, bamphatha kanjani uJesu? Ngobani?NgokukaMarku 11:15-18, 27-33; 12:13-17

2. kungabe uthi uJesu kuzokwenzekalani kubabusi bamaJuda?NgokukaMarku12:1-12

3. kungabe kuze kufike kuliphi izinga lapho ukufa kukaJesu kuzenzekela khona nalapho kungaphansi kwegunya lakhe noma kokuthanda kwakhe?NgokukaMarku 14:12-31, 48-49

Page 17: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

4. kungabe ukufa kwakhe kufezani, yini lokhu kubaluleke?NgokukaMarku 14:24; 15:38

5. kungabe kukangakanani, lapho abafundi bakaJesu beqonda ukuthi uthini??

NgokukaMarku 14:66-72; 16:8

6. kungabe impilo izoba njani emva kokufa, uma esevukile, wenyuka kodwa ngaphambi kokubuya kwakhe? (phakathi kokunyuka nokubuya kwakhe)

NgokukaMarku 13:5-13, 22-23

Page 18: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

4. IMPENDULO YETHU –UKUPHENDUKA SIKHOLWE

Sesibonile ukuthi umzalwaneKufanele akholwe izinto ezithile ngoJesu:

kodwa ukuba umzalwane, kungaphezulu nje kokukholwa ilezizinto.

Ngakho-ke … Q: yini umzalwane?

“umbuso kaNkulunkulu ususondele.”NgokukaMarku 1:15a

A: umuntu ongowombuso kaNkulunkulu.

Q: ngingaba kanjani owombuso kaNkulunku?

Phendukani nikholwe ivangeli.” NgokukaMarku 1:15b

A: phenduka ezonweni zakho mase uyakholwa kuJesu.

Page 19: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

Ukuphenduka

1. ukuphenduka kungukuJika. Kodwa kungabe kubukeka kanjani ngokwenza? Funda NgokukaMarku 8:34-38

2. kuzokwenzekani uma ngingaphenduki ? funda NgokukaMarku 8:38, 9:47-48

uma ngiphenduka?Funda NgokukaMarku 10:29-31

Ngibeka uJesu kuqala…

… ngaphambi kweyami intandov34-35

… ngaphambi kwabangani, v.38

… ngaphambi kwengikufunayo, v.36-37

… ngaphambi kwe … NgokukaMarku 9:43-47

kuzwakala kunzima?

Thenga indlu –ngeziteji eziwu-2.ukungena – ukuba umzalwane.ukuyipenda – usungumzalwane.

Page 20: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

Ukukholwa

Ukukholwa kusho:

a) Ukulalela uJesu njengoba eshoFunda NgokukaMarku 5:21-24, 35-43

b) Ukuzinikela kuJesuFunda NgokukaMarku 5:25-34

c) Ukukholwa okunjengomntwanaFunda ngokukaMarku 10:13-16

d) Ukwazi uJesu njengeNkosiFunda ngokukaMarku 10:15

Yiziphi izipho uNkulunkulu asithembise zona uma siphenduka sikholwa?

1. NgokukaMarku 1:8 …………………………………………………

2. NgokukaMarku 2:10 ………………………………………………

3. NgokukaMarku 10:30 …………………………………………….

Zitholakala nini lezi zipho?

Page 21: NGOKUKAMARKU - ujesu.weebly.com · kaNkulunkulu.” Ivangeli NgokukaMarku liphinda lisisize ngeqiniso elikhulu ngoJesu- ukuthi uNguKrestu (okuyisethembiso sikaNkulunkulu sokuthumela

Isiphetho:

Zihlole wena – ungumzalwane uma kulokhu okungezansi ungathi yebo, ngeqiniso nangokwethemba uNkulunkulu:

• Ngiyakholwa ukuthi uJesu Krestu uyindodana kaNkulunkulu, umbusi wezwe nempilo yami

• Ngiyakholwa ukuthi weza ukuzofela izono zami, ukuze zithethelelwe, nokuthi wavuka, ukuze ngiphile ingunaPhakade

• Sengiphendulile ekungibizeni kwakhe ngokukholwa ngizomlandela ngokuthethelelwa izono nangokuthemba yena kuphela njengenkosi nomsindisi wami

Kungabe sengingumzalwane?