2
Ukwelulekwa kanye nokwelashwa komqondo Ukwesekwa kanye nokuhlolelwa umkhakha Ukuhlelwa kweziqu kanye nokwesekwa ngokwezifundo Ukuqashwa kwabaneziqu kanye nomsebenzi wesikhashana Imihlangano yokuthuthukisa neyokuqeqeshwa ngokwez- engqondo nenhlalo Amaqembu kanye nemihlangano esekayo Imikhankaso kanye nokumela ESISIZA NGAKHO MINININGWANE YOKUXHUMANA Howard College 031 260 2668 Nkz Vinotha Moodley Old Student Counselling and Careers Building (eduze naseFrancis Stock) Pietermaritzburg 031 260 5233 Mnu Mike Murray Milner Road ( eduze nasekliniki) Edgewood Campus 031 260 3653 Nkz Lindi Ngubane Dining Hall Ihhovisi lokuthuthukiswa kwezemisebenzi 031 260 1429 Nkz Edista Ngubane L4 Shepstone Building, Howard College Imibuzo – Wonke Amakhempasi Nkz Vinotha Moodley 031 260 2668 [email protected] INSPIRING GREATNESS IKOLISHI LEZESINTU EZOKULEKELELA ABAFUNDI Silekelela abafundi bethu ukuthi benze kahle kakhulu INSPIRING GREATNESS

Silekelela abafundi bethu ukuthi ... - College of Humanities · 6/24/2014  · Ukwesekwa kanye nokuhlolelwa umkhakha Ukuhlelwa kweziqu kanye nokwesekwa ngokwezifundo Ukuqashwa kwabaneziqu

  • Upload
    others

  • View
    0

  • Download
    0

Embed Size (px)

Citation preview

  • ● Ukwelulekwa kanye nokwelashwa komqondo

    ● Ukwesekwa kanye nokuhlolelwa umkhakha

    ● Ukuhlelwa kweziqu kanye nokwesekwa ngokwezifundo

    ● Ukuqashwa kwabaneziqukanye nomsebenzi wesikhashana

    ● Imihlangano yokuthuthukisaneyokuqeqeshwa ngokwez-engqondo nenhlalo

    ● Amaqembu kanye nemihlangano esekayo

    ● Imikhankaso kanye nokumela

    ESISIZA NGAKHOMINININGWANE YOKUXHUMANA

    Howard College031 260 2668

    Nkz Vinotha MoodleyOld Student Counselling and Careers Building

    (eduze naseFrancis Stock)

    Pietermaritzburg 031 260 5233

    Mnu Mike MurrayMilner Road ( eduze nasekliniki)

    Edgewood Campus031 260 3653

    Nkz Lindi NgubaneDining Hall

    Ihhovisi lokuthuthukiswa kwezemisebenzi031 260 1429

    Nkz Edista NgubaneL4 Shepstone Building, Howard College

    Imibuzo – Wonke AmakhempasiNkz Vinotha Moodley

    031 260 [email protected]

    INSPIRING GREATNESS

    IKOLISHI LEZESINTU

    EZOKULEKELELA ABAFUNDI

    Silekelelaabafundi bethu

    ukuthi benze kahle kakhulu

    INSPIRING GREATNESS

  • Vakashela ihhovisi lethu ukuze uthole lokhu:• Amaphephandaba kanye

    namaphephabhuku ezomsebenzi• Imininingwane yezinkampani ezahlukene• Amafomu esicelo sokuqeqeshelwa

    umsebenzi

    • IMIHLANGANO YOKUTHUTHUKISA NEYOKUQEQESHWA NGOKWEZENGQONDO NENHLALO Le mihlangano ihlose ukuthuthukisa kanye nokuqondisisa ngokusebenza ngamaqembu kanye nontanga. Imihlangano yokuthuthukisa ig-xila kakhulu ekugqugquzeleni impumelelo kwezem-fundo futhi kubhekwa nokuthuthukiswa kwamak-hono emikhakheni efana nezokuphatha, ukuhlela izinhloso nokugqugquzela,ukulungiselela ukuhlolwa, ukubhekana nengcindezi nezindlela zokufunda. Eminye imihlangano ibheka izinto eziphathelene nengqondo nenhlalo. Le mihlangano ibandakanya ezobudlelwane, ezobulili, ukwahlukana, nokujwaye-la impilo yasenyuvesi.

    • AMAQEMBU KANYE NEMIHLANGANO ESEKAYOKuvamise ukuba ngcono ukuthola usizo eqenjini elizokweseka. Imihlangano kanye namaqembu ase-kayo aholwa ongoti kwezengqondo bethu banikeza usizo kubafundi abaludingayo ngendlela ephephile. Amalungu akuleliqembu lokwesekwa kuzomele basayine baphinde bavume ukuthi yonke iminin-ingwaneekhulunywakulemihlnagano izoba imfihlofuthi angeke iphumele ngaphandle.

    • IMIKHANKASO KANYE NOKUMELASiyabakhulumela abafundi ezimweni ezikheth-ekile. Sibamba nemikhankaso ebhekene nez-into eziphathelene nenhlalo nezemiphakathi ezinomthelela empilweni yabafundi.

    • UKWESEKWA KANYE NOKUHLOLELWAUMKHAKHAUkuhlolelwa okubanzi komkhakha kuyatholakakwilungu lomphakathi kanye nakubafundi ngen-tengo ephansi. Abafundi bezesiNtu ababhalisilebaluthola mahhala lolu sizo lokwelulekwa kwe-zomsebenzi.

    • UKUHLELWA KWEZIQU KANYE NOKWESEKWANGOKWEZIFUNDO

    Ngabe udidekile ngokuthi ukhetha muphi um-khakha wezifundo? Thina sikunika usizo lokuba uzikhethele futhi uhlole izindlela ezikuholela ekut-holeni iziqu zakho kanye nomsebenzi owufundele. Ulwazi uloqondene nezifundo zeziqu lutholakala ezikoleni ezahlukene eNyuvesi kanye nasehhovisi lezokuFunda labaFundi.

    • UKUQASHWA KWABANEZIQU KANYENOMSEBENZI WESIKHASHANA

    Ihhovisi lethu lokuThothukiswa kwezemiSeben-zi likuxhumanisa nabaqashi. Qinisekisa ukuthi uhambela i-Humanities Careeres Exhibition kanye neGraduation Recruitment Day okwenzeka min-yakayonke. Sicela ukuba ubhalise kwisilondalwazi seCDO ukuze uthole imininingwane ngomsebenzi noma imisebenzi yesikhashana. Thuthukisa am-akhono akho futhi ukhuphule amathuba okuthi uqasheke ngokuhlanganyela nathi kulemhlanga-no yokucobelelana ngolwazi esibanayo:

    • Ukuzidayisa• Ikhono bokubhala iCV• Izindlela zokufuna umsebenzi kanye

    nezindlela zokulungiselela inhlolokhono

    Siyikhathalele impilo yakho, ukudlondlobala kanye nokuthuthuka kwakho. Impilo yakho kanye nempilo yengqondo yakho kubalulekile ukuze uphumelele ezi-fundweni zakho. Sinosizo olunhlobonhlobo olungak-hokhelwa, ukwelulekwa nokwesekwa okuyimfihlo okwenziwa ngamaqembu noma uwedwa konke lokhu kuhlelwe ukuze kuhlangabezane nezidingo zabafundi abasesikhungweni semfundo ephakeme. Uma udinga usizo siyatholakala ocingweni noma ungavakashela emahhovisini ethu ukuze uthole ulwazi olubanzi nges-ingakusiza ngakho

    • UKWELULEKWA KANYE NOKWELASHWAKOMQONDO

    Iqembu lethu lodokotela bengqondo ababhal-iswe neHPCSA likhona ukuba likusize ngezinto eziyizinkinga obhekena nazo nsuku zonke noma izinselele ezinzima. Nazi ezinye izinselelo esijwayele ukubhekana nazo umasisebenza:

    • Izinkinga zobudlelwane kubantu olingana nabo,othandana nabo kanye nomndeni

    • Umzwangedwa• Ukuhlelela noma ukulungisela impilo yasenyuvesi• Ingcindezi• Ukushonelwa• Uvalo• Okuphathelene nobulili• Ukuhlukumezeka• Izimo zobubha

    kanye nezinkiga zemfundo ephakeme

    • Ukulalelisisa nokugxila• Izindlela zokufunda• Ukuba nogqozi

    ESISIZA NGAKHO

    INSPIRING GREATNESS