8

Umlapr04p00

Embed Size (px)

DESCRIPTION

 

Citation preview

Page 1: Umlapr04p00
Page 2: Umlapr04p00

2 IZINDABA Umlazi Eyethu- 04 April 2014

ISIMO SEZULU IZINKANYEZI

Thursday Max

Max

Max

Max

170C

140C

170C

160C

250C

250C

230C

240C SW

SW

SW

S

Wind

Wind

Wind

Wind

Min

Min

Min

Min

Friday

Saturday

Sunday

Aries Kulelisonto uzokwenza izinto ezeh-lukile empilweni yakho yangasese. Osondelene nabo bazokujabulela ukukuxhasa. Kubalulekile ukuba unike osondelene nabo ithuba lokuba ba-zimele futhi bakhululeke. Izinombolo zenhlanhla: 2, 11, 12, 21, 43, 45.

Taurus Kuzovumbuka izinkinga empilweni yakho. Kubalulekile ukuba ubuye ubheke nezakho izidingo. Ukuxhu-mana nabesifazane kungasiza ukwazi ukunika abanye isikhathi uphinde uba-zwele. Yakha ubungani. Izinombolo zenhlanhla: 8, 12, 20, 41, 44, 47.

GeminiUzokwazi ukugxila othandweni, kub-alulekile ukuba ubheke ukuthi imizwa yakho uyethula kanjani konobudlel-wano naye. Umangabe onakho manje kungakusebenzeli, kumele uphinde ubheke ukuthi yini engakujabulisa. Izinombolo zenhlanhla: 3, 4, 24, 30, 40, 44.

Cancer Kumele ucabangisise, ubhekane nezinto ongazihlelele. Kuyashesha, nokungaholela ekutheni ugcine uhanjiswa zinhlangothi zonke ngesikhathi esisodwa. Lwisana nez-ingqinamba ezizokhubaza izinhlelo zakho. Izinombolo zenhlanhla: 18, 19, 29, 39, 40, 41.

Leo Uzokwazi ukuba ube semicimbini yokuzithokozisa noma eyamabhizinisi. Uyakwazi ukubhekana nemibono yabanye ngendlela.Kuzokusiza ukuthatha uhambo, amaphupho akho agqamile. Izinom-bolo zenhlanhla: 7, 17, 20, 33, 40, 43

Virgo Uzofuna ukuvikeleleka ebudlelwaneni bakho bothando, ebhizinisini, nasem-pilweni yakho yangasese. Kubalulekile ukuba ubhekisise izindaba zakho zezi-mali. Kuzomele wenze izinguquko empilweni yakho. Izinombolo zenhlanhla: 4, 10, 17, 21, 33

Libra Impilo yakho yomndeni izokujabulisa. Kuzokubakhona amathuba azo-qhamuka nazobandakanya impilo yak-ho yomsebenzi. Uzimisele ngokuthi konke kuzohamba ngokwezinhlelo zakho. Uzokwazi nokuthuthukisa amakhono akho. Izinombolo zenh-lanhla: 1, 9, 15, 39, 48, 49.

Scorpio Lesi kuzokuba yisikhathi sothando nokuzibophezela. Wena nono-budlelwano naye nizokwazi ukuba nixazulule izinkinga eningathuka sezithushuka ningazelele. Isithandwa sakho sizofuna ukukweseka kukho konke. Izinombolo zenhlanhla: 5, 6, 14, 21, 22, 40.

Sagittarius Uzokubona kubalulekile ukuba ugxile emsebenzini wakho nokuzomele wenze nezinto obungazimisele ngazo nezizokwenza ukuba kungaset-shenziswana kahle, uze usebenze namahora engeziwe.Izinombolo zenhlanhla: 6, 13, 23, 33, 40, 46.

Capricorn Uzothola izixazululo zokubhekana nezinkinga ezindala, uzocabanga nakalula. Kubalulekile ukuba uhlele isikhathi sakho kahle, ucobelelane ngolwazi nabanye. Lokho kungaba wusizo. Izinombolo zenhlanhla: 28, 30, 31, 38, 43, 45.

Aquarius Uzokuba yingxenye yezinhlelo ezizo-kusiza ukuba uveze ubuchule bakho. Lesi yisikhathi sokuba utshengise ngamathalente akho. Uzokwazi uku-cabanga kahle, udlondlobalise nolwazi onalo. Izinombolo zenhlanhla: 4, 17, 24, 34, 42, 43.

Pisces Uzofuna ukuvikela osondelene nabo, ube nozwelo. Umangabe usebudlel-waneni obunomlando, uzofuna izindawo ezizokukhumbuza ngezikha-thi zakudala ezaninika injabulo. Unomdlandla owanele wokuzitho-kozisa. Izinombolo zenhlanhla: 18, 27, 34, 43, 46.

ISITHOMBE SEVIKI

Cell: 078 300 4074

EYETHUINSTHONALANGA

EYETHUINSTHONALANGA

Uma unenkinga yokungalitholi iphepha

shayela lenombolo yamahhala :

0800 4444 66

031 716 4532

115 Escom Road, New Germany, 3610

or drop off at 115 Escom Road, New Germany, 3610

Publisher:7 Stranack Str

Pietermaritzburg 3201

Cell: 084 297 2015031 716 4444

Tsepiso [email protected]

Sabelo [email protected]

Sales Consultant Thobile Blose

[email protected]:031 716 4541

Fax: 031 716 4532Cell: 079 227 8383

Sales/Advertising Malcolm Naidoo

[email protected]:031 716 4403

Fax: 031 716 4532

Jabu Dlamini (65) kwa P: Kulungile khona kodwa kumele badlulise iSonto bengangeni njalo, kokunye bagcine ngoMgqibelo ukuze bekwazi ukwenza imisebenzi yasekhaya, abasontayo baye emasontweni

Thami Ntimbane (34) kwa K: Impelasonto eyokuphumula nokuya enkonzweni ngakho-ke ukufunda ngamasonto kusho ukuthi izingane azisenalo ilungelo lokuya esontweni nokuphumuza umzimba.

Isilo uZwelithini Goodwill kaBhekuzulu uvule ngokusemthethweni indawo yokungcebeleka iDumaZulu Game Lodge and Cultural

Village eHluhluwe ngeledlule. Loguqa sithandaze usetshenziswa isangoma esihlola ngamathambo, kushiywa izicathulo emnyango.

Isithombe: Sabelo Ngema

Mamzi Zulu (21) kwa L: Nami bekunjalo esikoleni ngisafunda kodwa bekungasiyo into enhle ngoba awubi nesikhathi sokuya esontweni, imicimbi yakini nemisebenzi yasendlini.

S’busiso Mbambo (38) kwa V: Ngiyahambisana nokuthi kufundiswe nangezimpelasonto ngoba kuyabasiza abafundi ukuthi baphase kahle ekupheleni konyaka, ikakhulukazi umatikuletsheni

Vusumuzi Dumakude (55) kwa W uthishanhloko waseMlazi Secondary: Kuyabasiza abafundi ngoba kukhona abangakwazi ukusheshe babambe ngenkathi kufundiswa. Kukhetha izikole kanye nothisha

Dudu Dlamini (53) kwa BB: Uthisha uthatha isikhathi sakhe futhi efuna ukusheshe aqede isilabhasi. Akuvamisile ukuthi kube izinsuku ezimbili zempelasonto futhi alupheli usuku befunda, bayasithola isikhathi

IMIBONO IXUBILE NGEZINGANE EZIFUNDA NANGESONTOSibuze abaseMlazi ngokuthi bacabangani ngabafundi abafaka imifaniswano beyofunda nangamaSonto.

Izithombe nodaba: Sabelo Ngema noTsepiso Mndebele

AMAPHOYISA ASEMLAZI ACELA UKUFUNISWA UMSOLWA

AMAPHOYISA asesiteshini eBhekithemba kwa BB eMlazi acela ukufuniswa umlisa osolwa ngokudubula umlisa oneminyaka ewu 48 ngezithuba zabo 9:30pm, eNgonyameni Reserve ngo 30 0ctober 2012.

Kusolakala ukuthi umsolwa walandela lomlisa wadonsa isibhamu wadubula kodwa akalimalanga lomlisa wabe esebaleka ngezinyawo.

Umsolwa wayegqoke izingubo eziwumbala omnyama nejakhethi enesigqoko. Mude, mncanyana ngomzimba, unebala elizothile futhi kusolakala ukuthi uneminyaka engu 26.

Umsolwa ubonakala ngesithombe somfanekiso odwetshiwe esizosiza amaphoyisa ukuthi ambophe.

Onolwazi ngokwenzeka ngalelilanga noma omaziyo lomlisa osesithombeni makathintane no

Constable Zakhele Shabangu wasesiteshini samaphoyisa eBhekithemba ku 019 794 3285 noma 031 909 1838 noma athinte i-Crime Stop ku 08600 10111.

_______________________Tsepiso Mndebele

Umfanekiso womsolwa ofunwa ngamaphoyisa osolwa

ngokuzama ukubulala.

Page 3: Umlapr04p00

San

lam

CI10

15M

SB

158

1BP

E Romeo HHadebe031 300 0205076 537 6082

Sibusiso MMzolo031 300 0128074 717 3376

Planning ahead foryour future is easierthan you think.

Making sure you have everything sorted when it comes to financial planning may seem a bit daunting. I can guideyou through the decisions that will give you completepeace of mind. With Sanlam’s comprehensive portfolioof solutions, I can help you with what you really need.

• Savings and investments

• Personal cover

• Retirement provision

• Wills and trusts

• Provision for your children’s education

Call me for expert financial advice.

www.sanlam.co.zaLICENSED FINANCIAL SERVICES PROVIDER

Page 4: Umlapr04p00

4 IZINDABA Umlazi Eyethu- 04 April 2014

IMIHLABAHLOSO KWI-GENERATIONS

MUSA UKUHANJELWA UMQONDO UMA

USUSOTHANDWENI

INGOSIKAZIYAMPANSANcamisile Gumede

Know what’s waiting roundthe next bend?

www.i-traffic.co.za

Fortunately SANRAL’s world class Freeway Management System (FMS) helps you to see ahead with live trafficcameras that monitor our roads 24/7, deal with accidents rapidly and improve our traffic flow.

To place this trusted source of real-time traffic information in your hands, simply log on to www.i-traffic.co.zato register and opt for notifications via SMS, Twitter or email.*

Get real-time traffic information

Live traffic cameras SMS notifications TWITTER notifications Email notifications*Available for Gauteng, Durban and Cape Town

3227

LWESITHATHU MHLAKA 2 EPHRELI UNicholas uzimisele ngokusiza owesifazane

amthandayo. Kukhona okwenzekayo nokuthusa uJason ngesikhathi esendaweni yokuhlunyeleliswa kwezimilo. UDkt Jacobson uveza ingxenye yakhe engeyinhle.

LWESINE MHLAKA 3 EPHRELI UNoluntu usola okuthile okwenzeka

eshibhini. Kukhona okwenzeka phakathi kukamhlengikazi noSenzo. UXolani uxakwa ukusebenza kwengqondo kaRuby.

LWESIHLANU MHLAKA 4 EPHRELI

UNgamla utshela uComso ngomsebenzi afuna amenzele wona. Yingabe u-Akhona uzimisele ngokuxolela u-MJ? UPearl uyaphuma esikhungweni sokuhlunyeleliswa kwezimilo.

MSOMBULUKO MHLAKA 7 EPHRELIUJason usola ukuthi akayedwa kuSenzo.

UDkt Jacobson uyethuka uma kungqongqoza amaphoyisa. Uxolisa sekudlule isikhathi uRuby.

LWESIBILI MHLAKA 8 EPHRELIUxakekile uChoppa. UDineo uzimisele

ngokuziphindiselela. UJacob uphoqwa ukuba akhulume amanga Muntu wesimame

usukhale kwanela sekuyisikhathi sokusukuma lapho

edamini lezinyembezi uzimele.Sukuma manje ilwa uyilwe lempi uyinqobe.idamu lezinyembezi ohlezi kulo

luzojika libe ingqumba yenhlabathi ezogcwala

esifubeni sakho.lapho uyobe usungasekho

kulomhlaba. Ngiyezwa uthi uyamthanda kepha umubuzo usamile njalo uthi

umthandelani konje?Ngicela ungikhumbuze ...Ngixoxele ngoba mina ngithanda

ukudideka.umthandela ukuthi akuphule inhliziyo uma isiphukile inhliziyo yakho

axolise umxolele umthanda enamaphutha enjalo uthi usabekezelele amaphutha akhe.ekuncenga ethi mamukele nawo

uzoshintsha.kodwa angashintshi, yebo singabantu

siphila ngawo amaphutha yiwo asikhulisayo.

nakho-ke wena usuwenza iphutha ukwenzani?uyakunika isikhathi sokuxolisa ?niyadlula kulelophutha nixolelane? cha wena uma usephutheni uba

ngukudla kwenduku usumabokoboko ubuso usunamazinyo angaphelele usunengalo ezikhandiwe ngenxa

yendoda ethi iyakuthanda .uma ekuthanda njengoba esho

ukushayelani uze ubenje? yini angakubonisi njengoba nawe uke

umubonise?zibuze lombuzo uma usephutheni

ngabe usakushaya umzali wakho ?Ngabe usadinga induku kumzali

wakho noma ungadinga akuhlalise phansi akubonise?

umzali wakho uma ekubeka isandla angakukhipha izinyo?

angangishiya umabokoboko kanje? cha lutho ngiyaphika umzali

wakho uyakuthanda ukuhlalisa phansi akubonise.

lo okubhambabula kanje akakuthandi uyakunyomfa

ufuna ukuqeda ngawe.akanendaba nobuhle bakho akanendaba nawe. sula lezozinyembezi phuma kulobubuhlungu okubo ngoba ekugcineni uzosala

ungenampilo.uzosala uwedwa akekho oyokucosha

usungenaliso.kanti baningi abayokucosha nawo

amaphutha akho niwalungise ngothando ndawonye.

asingakhohlisani.asingathandi size sidele izimpilo

zethu.asingene othandweni sinengqondo sithi uma sikhona futhi siyisebenzise ingalahleki.Ngiyanithanda.Nani ake nizithande .#Ziyampansa LaPoetSohlangana kufacebook

Ncamisile Zinsizwaziyampansa Zinsizwaziyamubanga Gumede

Page 5: Umlapr04p00

7.5kg White Twin Tub Washing Machine (DTT166)

CASH PRICE : R1499

20l White Manual Microwave Oven (WHITE DMO348)

CASH PRICE : R599

4 Solid Plate Compact Stove (COMPACT BLK D)

CASH PRICE : R2299

170l White Top Freezer Fridge (518/1)

CASH PRICE : R2099

CASH PRICE : R4999

CASH PRICE : R3999

CASH PRICE : R649

CASH PRICE : R4299++

Prices valid from 2 - 8 April 2014 ALL PRICES LISTED ARE IN SOUTH AFRICAN RANDS. ALL PRICES INCLUDE VAT.

Game endeavours to meet the demand on all promotional lines, but stocks are limited∙ No Traders please We reserve the right to limit quantities. We do not hold stock of some of our larger appliances at our stores. Customers may be required to collect their purchase from a central point, at the store or have the option of having the product delivered for a nominal fee. Prices do not include insurance and delivery. Prices exclude accessories used for advertising purposes. *Credit installments are calculated at the 1st of the month.

1 SMS: ID Number *Initial*Surname*Monthly Salary*Eyethu e.g. 7013320212080*SB*Daniels*5000*Eyethu

2 Send it to 47566 3 Receive a response 4 An agent will call you backBy sending this SMS you give permisision to submit your information to the Credit Bureau. Your SMS should contain no spaces and should also include the asterisks. NOTE: Credit approval is subject to standard affordability and National Credit Act requirements as well as RCS standard credit granting criteria. SMSes charged at R3.00 per SMS

BU

ND

LE

DEA

L

a month x 48570*

TOTAL VALUE: R13 946

BU

ND

LE

DEA

L

a month x 48298*

TOTAL VALUE: R6 496

affordable finance

up to 60 months to pay

SMS and we’ll do the rest.apply now!

Page 6: Umlapr04p00

Umlazi Eyethu- 04 April 2014IZINDABAEYETHUU M L A Z I

Ca

pit

al

Cla

ss

ifie

ds

6

OVEREATERSANONYMOUS

Can`t control your eating?Need help? Call:

Christine 083 409 8309.MX098943

DIAL A PRAYERA free service to thecommunity. Confidentiallymaintained. 9.00am to9.00pm. J3-16

Call: 072 845 2060.MX098940

0002Community Care

0000NOTICES

USOLA umona ngokusha kwendlu yakhe uMfundisi Musa Mchunu (48) kwa Q eMlazi olahlekelwe yikho konke abenakho emva kokuba indlu yakhe ishe yangqongqa nempahla ebiphakathi.

Umfundisi Mchunu uthi ibandla lakhe leZayoni elibizwa ngokuthi i-Mesiya Church beselinabalandeli abaningi futhi abefundisi bamanye amabandla kulendawo bebenomona ngalokhu.

“Ngiyazi ukuthi bebenomona becabanga ukuthi ngibathathela abazalwane babo kodwa nami isiphiwo sami lesi ayikho into engingayenza

ngalokho,'' echaza.UMchunu uthi usele

nakugqoke emzimbeni kuphela. “Okwamanje ngincike komakhelwane anginalutho angazi ngizokwenzenjani ngisalahlekelwe umqondo.”

Impahla ebisendlini ibalelwa ku R40 000 amafriji amathathu, omabonakude abathathu, imibhede emibili, owodilobhu ababili, isitofu, izingubo zokugqoka nokumbatha nemali engu R2 000.

Nomakhelwane abakhelene naye bathi bashelwa izimpahla kubalwa ifriji, umbhede, uwodilobhu, umfaniswano yesikole nezingubo zokugqoka.

UNkk Thobile Njili obekhona ngenkathi kuqala umlilo uthe uzwe ngephunga lentuthu. “Ngizwe kunuka intuthu kwathi mangiphumela emnyango ngabona ilangabi liphuma endlini kamfundisi.

“Sizamile nabanye omakhelwane ukucisha umlilo ngamanzi ebesiwakha ngamabhakede emfuleni kodwa asikwazanga ukukhipha impahla endlini,'' echaza.

“Akekho owaziyo ukuthi umlilo ubusukaphi kodwa sisola ukuthi kuqhume izintambo zikagesi noma isigubhu.’’

Amalunga ekomidi lewadi afi kile ezobona umonakalo ephethe nokudla.

_______________________Tsepiso Mndebele

_______________________Tsepiso Mndebele

UTHI BANOMONA UMFUNDISI UTHI BANOMONA UMFUNDISI OSHELWE UMUZIOSHELWE UMUZI

KUBOSHWE ABABILI KWAPHUNYUKA

ABABILI KWELOKWEBA

Umfundisi uMusa Mchunu ulahlekelwe yikho konke abenako ngenkathi kusha indlu yakhe. Isithombe: Tsepiso Mndebele

KUBOSHWE abasolwa ababili abaneminyaka ewu 35 ngecala lokuzama ukubulala, ukugqekeza nokutholakala nemoto kanye nempahla entshontshiwe eMlazi kanti ababili basafunwa.

Kuthiwa labasolwa abane bagqekeze emzini othile eHillary bathatha ubucwebe, omabonakude ababili be-plasma neketelo.

Amaphoyisa eDurban Tracking Team awaseMlazi naseWentworth abophe labasolwa emva kokuba ejahe labasolwa abebehamba ngeMercedes Benz.

Abasolwa badubule amaphoyisa namaphoyisa nawo abuyisela. Labasolwa bahluleke ukuyilawula imoto bazithela phezu kodonga. Ababili baphume babaleka ngezinyawo futhi basafunwa amaphoyisa.

Ababili ababoshiwe bathole imihuzuko baphinda batholakala nempahla entshontshiwe kanti nemoto kutholakale ukuthi nemoto abebehamba ngayo yantshontshwa ngo May 2013 eBerea.

Ukhomishana wamaphoyisa esifundazweni uLieutenant General Mmamonnye Ngobeni ubonga amaphoyisa ngokubanjwa kwabasolwa.

“Ngiyajabula ukuthi labasolwa sebeze baboshwa ekugcineni. Abakufanele ukuba bahlale emiphakathini ophucuzekile futhi sethemba ukuthi inkantolo izobanika izigwebo ezinde ukuze bengeke basaba isiphazamiso emphakathini esikhathini esizayo,’’ echaza.

Page 7: Umlapr04p00
Page 8: Umlapr04p00

CAXTON