8

Umlapr11p00

Embed Size (px)

DESCRIPTION

 

Citation preview

Page 1: Umlapr11p00
Page 2: Umlapr11p00

2 IZINDABA Umlazi Eyethu- 11 April 2014

ISIMO SEZULU IZINKANYEZI

Thursday Max

Max

Max

Max

180C

180C

180C

190C

260C

270C

280C

280C NE

NE

NE

NE

Wind

Wind

Wind

Wind

Min

Min

Min

Min

Friday

Saturday

Sunday

Aries Kulelisonto uzokwenza izinto ezeh-lukile empilweni yakho yangasese. Osondelene nabo bazokujabulela ukukuxhasa. Kubalulekile ukuba unike osondelene nabo ithuba lokuba ba-zimele futhi bakhululeke. Izinombolo zenhlanhla: 2, 11, 12, 21, 43, 45.

Taurus Kuzovumbuka izinkinga empilweni yakho. Kubalulekile ukuba ubuye ubheke nezakho izidingo. Ukuxhu-mana nabesifazane kungasiza ukwazi ukunika abanye isikhathi uphinde uba-zwele. Yakha ubungani. Izinombolo zenhlanhla: 8, 12, 20, 41, 44, 47.

GeminiUzokwazi ukugxila othandweni, kub-alulekile ukuba ubheke ukuthi imizwa yakho uyethula kanjani konobudlel-wano naye. Umangabe onakho manje kungakusebenzeli, kumele uphinde ubheke ukuthi yini engakujabulisa. Izinombolo zenhlanhla: 3, 4, 24, 30, 40, 44.

Cancer Kumele ucabangisise, ubhekane nezinto ongazihlelele. Kuyashesha, nokungaholela ekutheni ugcine uhanjiswa zinhlangothi zonke ngesikhathi esisodwa. Lwisana nez-ingqinamba ezizokhubaza izinhlelo zakho. Izinombolo zenhlanhla: 18, 19, 29, 39, 40, 41.

Leo Uzokwazi ukuba ube semicimbini yokuzithokozisa noma eyamabhizinisi. Uyakwazi ukubhekana nemibono yabanye ngendlela.Kuzokusiza ukuthatha uhambo, amaphupho akho agqamile. Izinom-bolo zenhlanhla: 7, 17, 20, 33, 40, 43

Virgo Uzofuna ukuvikeleleka ebudlelwaneni bakho bothando, ebhizinisini, nasem-pilweni yakho yangasese. Kubalulekile ukuba ubhekisise izindaba zakho zezi-mali. Kuzomele wenze izinguquko empilweni yakho. Izinombolo zenhlanhla: 4, 10, 17, 21, 33

Libra Impilo yakho yomndeni izokujabulisa. Kuzokubakhona amathuba azo-qhamuka nazobandakanya impilo yak-ho yomsebenzi. Uzimisele ngokuthi konke kuzohamba ngokwezinhlelo zakho. Uzokwazi nokuthuthukisa amakhono akho. Izinombolo zenh-lanhla: 1, 9, 15, 39, 48, 49.

Scorpio Lesi kuzokuba yisikhathi sothando nokuzibophezela. Wena nono-budlelwano naye nizokwazi ukuba nixazulule izinkinga eningathuka sezithushuka ningazelele. Isithandwa sakho sizofuna ukukweseka kukho konke. Izinombolo zenhlanhla: 5, 6, 14, 21, 22, 40.

Sagittarius Uzokubona kubalulekile ukuba ugxile emsebenzini wakho nokuzomele wenze nezinto obungazimisele ngazo nezizokwenza ukuba kungaset-shenziswana kahle, uze usebenze namahora engeziwe.Izinombolo zenhlanhla: 6, 13, 23, 33, 40, 46.

Capricorn Uzothola izixazululo zokubhekana nezinkinga ezindala, uzocabanga nakalula. Kubalulekile ukuba uhlele isikhathi sakho kahle, ucobelelane ngolwazi nabanye. Lokho kungaba wusizo. Izinombolo zenhlanhla: 28, 30, 31, 38, 43, 45.

Aquarius Uzokuba yingxenye yezinhlelo ezizo-kusiza ukuba uveze ubuchule bakho. Lesi yisikhathi sokuba utshengise ngamathalente akho. Uzokwazi uku-cabanga kahle, udlondlobalise nolwazi onalo. Izinombolo zenhlanhla: 4, 17, 24, 34, 42, 43.

Pisces Uzofuna ukuvikela osondelene nabo, ube nozwelo. Umangabe usebudlel-waneni obunomlando, uzofuna izindawo ezizokukhumbuza ngezikha-thi zakudala ezaninika injabulo. Unomdlandla owanele wokuzitho-kozisa. Izinombolo zenhlanhla: 18, 27, 34, 43, 46.

ISITHOMBE SEVIKI

Cell: 078 300 4074

EYETHUINSTHONALANGA

EYETHUINSTHONALANGA

Uma unenkinga yokungalitholi iphepha

shayela lenombolo yamahhala :

0800 4444 66

031 716 4532

or drop off at 115 Escom Road, New Germany, 3610

Cell: 084 297 2015031 716 4444

Tsepiso [email protected]

Sabelo [email protected]

Sales Consultant Thobile Blose

[email protected]:031 716 4525

Sales Consultant Lucey Singh

[email protected]:031 716 4457

Sales Manager Nancy Naidoo

[email protected]:031 716 4415

Mandla Shabalala (63) kwa D: Iwusizo kubantu nosomabhizinisi abasafufusa. Singathanda uma ingenzeka kabili noma kathathu onyakeni ukuze izonika ulwazi ikhulise osomabhizinisi bala eMlazi

Sonto Ndimande (22) kwa D: Into enhle le kodwa sifi sa kube khona ezobumnandi ukuze kuzodonsa intsha izofunda ngamabhizinisi amasha. Ngiyayigqugquzela ngithi ayiqhubeke noma kane onyakeni

BADONSE amehlo ngokuwaklelisa BADONSE amehlo ngokuwaklelisa ama-Golf 1 awu 16 abenhlangano ama-Golf 1 awu 16 abenhlangano

yoMlazi MK1 Club emcimbini woMlazi yoMlazi MK1 Club emcimbini woMlazi Festival and Expo ophethe eMega City Festival and Expo ophethe eMega City

ngempelasonto. Isithombe: Sabelo Ngema ngempelasonto. Isithombe: Sabelo Ngema

Hlengiwe Luthuli (35) kwa M: Siyayiqala into enhle kanje eMlazi futhi sijabulela ukuthi ibekhona ngoba sifunde izinto eziningi. Singathanda uma ngabe ibakhona minyaka yonke

Sindisiwe Ndlovu (28): Umphakathi uthole ithuba lokuzohlolela ushukela ne-’’BP’’ mahhala nosomabhizinisi bathole ithuba lokuzazisa emphakathini nemisebenzi abayenzayo nolwazi kwezamabhizinisi

Philisiwe Ntuli (33) kwa Z: Siyakuthokozela ukuba khona kwale Expo ngoba thina njengosomabhizinisi bala eMlazi sithole ithuba lokuveza imisebenzi yethu futhi sikhule ngokolwazi

Mondli Dlamini (62) kwa N: Le Expo Inika thina osomabhizinisi amathuba iphinde isisize nokubona amathuba kwezamabhizinisi nethuba lokudayisa amabhizinisi ethu

BAYIJABULELE I-NUZ FESTIVAL & EXPO ABASEMLAZI AbaseMlazi abebekhona kumbukiso eKing Zwelithini Stadium bathi ayibe khona minyaka yonke le-Expo ngoba inikeza osomabhizinisi amathuba nolwazi. Izithombe nodaba: Tsepiso Mndebele noSabelo Ngema

115 Escom Road, New Germany, 3610

Publisher:7 Stranack Str

Pietermaritzburg 3201

EZESIFUNDAZWEIntsha yakuleli ayisayingeni ekaZuma

Ocwaningweni olwenziwe yiPondering Panda, kuvele ukuthi iningi

lentsha likholelwa ukuthi uMengameli wakuleli uMnuz Jacob Zuma kumele ahoxe esikhundleni sakhe. Lokhu kungenxa yodaba lomuzi waseNkandla, kamengameli, nokwenza izakhamizi zibe nokungabaza ubuholi bakhe. U-68% uthi kumele ashenxe esikhundleni, u-26% wona uthi uZuma akaqhubeke nokuhola iNingizimu-Afrika. Lolucwaningo belwenziwa ngamaselula kwabaneminyaka eyi-18 kuya kwengama-34.

Bacwile ezikweletini abaseNingizimu-Afrika

Umbiko okhishwe yi-National Credit Regulator (NCR) uveza ukuthi lapha

eNingizimu-Afrika kunabantu abangu-9,93 miliyoni osekuphele izinyanga ezintathu behluleka ukukhokhela izikweleti zabo. Ucwaningo olwenziwe luveza ukuthi ukusebenziswa kwamakhadi ezikweleti kwenyukile, nokuyisizathu sokuba abantu bangene ezikweletini. Kuphinde kuvele ukuthi abanezikweleti ezitolo, abazikhokheli ziphele, kodwa baze bacele ukwandiselwa imali yokuthatha ngazo.

Bazovotela emakhaya abaphila nokukhubazeka

Inhlangano emelele ukhetho eNingizimu-Afrika i-Independent Electoral

Comission (IEC) izovula ithuba lokuba abakhulelwe, asebegugile nabaphila nokukhubazeka bavotele emakhaya njengoba kuza ukhetho lukazwelonke ngenyanga ezayo. Abafuna ukuvota okuyisipesheli bangaqala babhalise kusukela ngo-9 ekuseni kuya ku-5 ntambama kuwo wonke amahhovisi alenhlangano kuzwelonke. Ukuvota kwabo kuzoba ngoMeyi 5 nangoMeyi 6.

Page 3: Umlapr11p00

6223

2/w

ww

.zoo

mad

verti

sing.

co.z

a

Term

san

dco

nditio

nsap

ply.

E&O

E

Page 4: Umlapr11p00

+ +

Game endeavours to meet the demand on all promotional lines, but stocks are limited∙ No Traders please We reserve the right to limit quantities. We do not hold stock of some of our larger appliances at our stores. Customers may be required to collect their purchase from a central point, at the store or have the option of having the product delivered for a nominal fee. Prices do not include insurance and delivery. Prices exclude accessories used for advertising purposes. *Credit installments are calculated at the 1st of the month.

1 SMS: ID Number *Initial*Surname*Monthly Salary*Eyethu e.g. 7013320212080*SB*Daniels*5000*Eyethu

2 Send it to 47566 3 Receive a response 4 An agent will call you backBy sending this SMS you give permisision to submit your information to the Credit Bureau. Your SMS should contain no spaces and should also include the asterisks. NOTE: Credit approval is subject to standard affordability and National Credit Act requirements as well as RCS standard credit granting criteria. SMSes charged at R3.00 per SMS

SMS and we’ll do the rest.apply now!

Prices valid from 9 - 15 April 2014 ALL PRICES LISTED ARE IN SOUTH AFRICAN RANDS. ALL PRICES INCLUDE VAT.

affordable finance

up to 60 months to pay

BU

ND

LE

DEA

L

a month x 48199*

BU

ND

LE

DEA

La month x 48599*

TOTAL REPAYABLE R9 554 @ 21%

TOTAL VALUE: R3 780

TOTAL REPAYABLE R28 755 @ 21%

TOTAL VALUE: R14 750

276l Metallic Bottom Freezer Fridge

CASH PRICE : R3131

20l Electronic Microwave Oven CASH PRICE : R649

303l Metallic Silver Bottom Freezer FridgeCASH PRICE : R5999

6kg Metallic Silver Front Load Washing MachineCASH PRICE : R3999

12 Place Stainless Steel DishwasherCASH PRICE : R4752

+

Page 5: Umlapr11p00
Page 6: Umlapr11p00
Page 7: Umlapr11p00

D

OVEREATERSANONYMOUS

Can`t control your eating?Need help? Call:

Christine 083 409 8309.MX098943

DIAL A PRAYERA free service to thecommunity. Confidentiallymaintained. 9.00am to9.00pm. J3-16

Call: 072 845 2060.MX098940

0002Community Care

0000NOTICES

D

Page 8: Umlapr11p00