2
fazane bathole izifundiso ngengculazi nokuthi bangayivikela kan- jani ingabhebhetheki. Balinganiselwa ku2.4 wezigidi abaseNdiya abaphila nesandulela ngculazi nengculazi, u39% (930,000) abesi- fazane. 15 Kuningi okumele kwenziwe ukuqeda udlame emakhaya, ukuhlukunyezwa ngophuzo oludakayo, okuholela kolukhulu usizi. 16 Abesifazane abasebancane abanikezwa imisebenzi kwamanye amazwe kodwa bazithola bephoqwa ukuday- isa ngemizimba. Bahleli inhlalo eyihlazo, benovalo lokuthi uma bezama ukweqa ababathumbileyo bangabulala amalunga emind- eni yabo. (Amahubo 40: 17). 17 Abesifazane namantombazane aseNepal abakwezinye izinkolo ukuba bezwe izwi nokuthula uNkulunkulu abap- he kona. Sikhulekele nalabo ababoshwe amandla obumnyama nobuthakathi futhi abadinga inkululeko kuKrestu Jesu. 18 Omama bazama ukunakekela abantwana abanendlala na- bahlupheke behlelwa isisindo. Kwezinye izindawo abesi- fazane namantombazane badla izinsalela zokudla kobaba na- bafana UNICEF ithi 72% abantwana basemakhaya aseNdiya ba (Anemic) bashodelwa igazi, no71% wabantwana abahluphekayo. 19 Abesifazane abasebancane abashiywe bengenathem- ba. iWorld Health Organisation ithula ukuthi, iNdiya isezingeni eliphezulu ekuzibulaleni emhlabeni wonke, kusuka ku15 kuya ku29 weminyaka. Kumi kanje35.5/100,000 wabantu ngo2012, ngonyaka ophelile kulinganiselwa ku260,000 wabantu baseNdiya abazibulalile. 20 Izikhulu ukwenza ngaphezulu kokuvikela okwenze- kayo nokophula ukulahleka kwabantwana. “45,000 wa- bantwanan abalahlekayo eNdiya minyaka yonke, 11,000 awuve un- gatholakala” (BBCNews.com). 21 Abashadikazi besifazane abasebancane baseNdiya bab- hekana nokushiswa bephila, bashawelwe ukufa noma baholelwe ukuzibulala ngenxa yokusatshiswa abayeni nobabeza- la. Sikhuleke ukuthi ukuvumeleka kwamasiko (kwabaningi besi- fazane) kwaloludlame kungavumeleki. 22 Ukusabalaliswa kwesipho sensindiso ngokusobala kubafelokazi abalinganiselwa kwizigidi ezingu40 eNdi- ya, banukubezwe bashiywa nayimindeni yabo. Ekushoneni kwa- bayeni babo baziphilisa ngokunxiba nokudayisa imizimba. Bahlala amaqoqwana emizini (tens of thousands) badle isidlo esisodwa ngelanga balindele ukufa. 23 Izikhulu zikahulumeni namaKrestu bafinyelele kwaban- tulayo nabesifazane abangenalutho babasize ukuze bak- Uhlelo Abesifazane Abanethemba lisakaza ngezilimi ezingaphezulu kuka 60. Izicelo zemikhuleko yenyanga zaka PH zisetshenziswa ngezilimi ezingu 70. wazi ukufeza izidingo zabantwana babo empilweni, nenkulule- ko yokuthola ukujabula nesithunzi/ nesidima. 24 Amantombazane amancane anikelwe kwisithixo sa- maHindu (Vellamma) ukuba baphile njengabadayisa ngomzimba. Noma lento ingekho emthethweni kodwa abaza- li abantulayo bayabanikela noma badayise ngamadodakazi abo abangawafuni ukuze bangabi nomthwalo wokuwanakekela futhi nokwabela izipho uma beshada (www.bpnews.net/36941). 25 Abakhuleki baPH eNdiya naseNepal, bacela eNkosi- ni ukuba ilunga nelunga liqine ekukholweni. Sikhuleke ukuba kwengezwe abesifazane abazovolontiya ukusungula nokuhola amaqembu omkhuleko. 26 Nkulunkulu sebenzisa izinhlelo zakwaWoH eziku- maCD’s ezinikezelwe kwizikhungo ezisebenza nabesi- fazane namantombazane aphoqwa ukudayisa ngemizimba nala- bo besifazane abadinga uthando lukaNkulunkulu. 27 Abasemagunyeni mabavikele amakholwa aseNdiya kanye namakhaya abo, namasonto, nezikole nendawo yezintandane. Sikhulekele namakholwa ahlukunyezwe ngoko- cansi, abashayiwe, abashisiwe, kanye nemindeni yalabo abab- ulewe. 28 Abesifazane baseNdiya bakwazi ukumelana namasiko nempoqo yemindeni yokuba bazale abantwana babafa- na, okubaholela ekutheni bahushule izisu uma kuwumntwana wentombazane noma bambulale esazalwa nje. 29 Abasemagunyeni eNdiya bafundise abaqambi bemith- etho, nabasebenzi bezokuxhumana, nabaqashi, kanye nomphakathi wonke mayelana nokuhlonishwa kwabantu besi- fazane nabantwana bamantombazane. 30 Imindeni yaseNepal ibambeke ekusweleni nethemba lincane ngekusasa elingcono. Asikhuleke ukuthi aban- ingi bezwe ngothando lukaKrestu analo ngabo nesithunzi aba- bele sona njengabantwana bakaNkulunkulu. 31 Ukuhlakanipha nokwengezwa koqeqesho lwamavo- lontiya akaPH nabasebenzi abazama ukululeka noku- fundisa abalaleli WoH namanxusa abaningi babo bahluphe- ka kakhulu bahlala ezindaweni ezingekho ezingeni elihle futhi baqonda kancane ngothando lukaJesu Krestu analo ngabo. Sikhulekela Abesifazane eNdiya nase Nepal Ikhalende lomkhuleko March 2015 isiZulu

Abesifazane · fazane bathole izifundiso ngengculazi nokuthi bangayivikela kan - jani ingabhebhetheki. Balinganiselwa ku2.4 wezigidi abaseNdiya abaphila nesandulela ngculazi nengculazi,

  • Upload
    others

  • View
    3

  • Download
    0

Embed Size (px)

Citation preview

Page 1: Abesifazane · fazane bathole izifundiso ngengculazi nokuthi bangayivikela kan - jani ingabhebhetheki. Balinganiselwa ku2.4 wezigidi abaseNdiya abaphila nesandulela ngculazi nengculazi,

fazane bathole izifundiso ngengculazi nokuthi bangayivikela kan-jani ingabhebhetheki. Balinganiselwa ku2.4 wezigidi abaseNdiya abaphila nesandulela ngculazi nengculazi, u39% (930,000) abesi-fazane.

15 Kuningi okumele kwenziwe ukuqeda udlame emakhaya, ukuhlukunyezwa ngophuzo oludakayo, okuholela

kolukhulu usizi.

16 Abesifazane abasebancane abanikezwa imisebenzi kwamanye amazwe kodwa bazithola bephoqwa ukuday-

isa ngemizimba. Bahleli inhlalo eyihlazo, benovalo lokuthi uma bezama ukweqa ababathumbileyo bangabulala amalunga emind-eni yabo. (Amahubo 40: 17).

17 Abesifazane namantombazane aseNepal abakwezinye izinkolo ukuba bezwe izwi nokuthula uNkulunkulu abap-

he kona. Sikhulekele nalabo ababoshwe amandla obumnyama nobuthakathi futhi abadinga inkululeko kuKrestu Jesu.

18 Omama bazama ukunakekela abantwana abanendlala na-bahlupheke behlelwa isisindo. Kwezinye izindawo abesi-

fazane namantombazane badla izinsalela zokudla kobaba na-bafana UNICEF ithi 72% abantwana basemakhaya aseNdiya ba (Anemic) bashodelwa igazi, no71% wabantwana abahluphekayo.

19 Abesifazane abasebancane abashiywe bengenathem-ba. iWorld Health Organisation ithula ukuthi, iNdiya

isezingeni eliphezulu ekuzibulaleni emhlabeni wonke, kusuka ku15 kuya ku29 weminyaka. Kumi kanje35.5/100,000 wabantu ngo2012, ngonyaka ophelile kulinganiselwa ku260,000 wabantu baseNdiya abazibulalile.

20 Izikhulu ukwenza ngaphezulu kokuvikela okwenze-kayo nokophula ukulahleka kwabantwana. “45,000 wa-

bantwanan abalahlekayo eNdiya minyaka yonke, 11,000 awuve un-gatholakala” (BBCNews.com).

21 Abashadikazi besifazane abasebancane baseNdiya bab-hekana nokushiswa bephila, bashawelwe ukufa noma

baholelwe ukuzibulala ngenxa yokusatshiswa abayeni nobabeza-la. Sikhuleke ukuthi ukuvumeleka kwamasiko (kwabaningi besi-fazane) kwaloludlame kungavumeleki.

22 Ukusabalaliswa kwesipho sensindiso ngokusobala kubafelokazi abalinganiselwa kwizigidi ezingu40 eNdi-

ya, banukubezwe bashiywa nayimindeni yabo. Ekushoneni kwa-bayeni babo baziphilisa ngokunxiba nokudayisa imizimba. Bahlala amaqoqwana emizini (tens of thousands) badle isidlo esisodwa ngelanga balindele ukufa.

23 Izikhulu zikahulumeni namaKrestu bafinyelele kwaban-tulayo nabesifazane abangenalutho babasize ukuze bak-

Uhlelo Abesifazane Abanethemba lisakaza ngezilimi ezingaphezulu kuka 60. Izicelo zemikhuleko yenyanga zaka PH zisetshenziswa ngezilimi ezingu 70.

wazi ukufeza izidingo zabantwana babo empilweni, nenkulule-ko yokuthola ukujabula nesithunzi/ nesidima.

24 Amantombazane amancane anikelwe kwisithixo sa-maHindu (Vellamma) ukuba baphile njengabadayisa

ngomzimba. Noma lento ingekho emthethweni kodwa abaza-li abantulayo bayabanikela noma badayise ngamadodakazi abo abangawafuni ukuze bangabi nomthwalo wokuwanakekela futhi nokwabela izipho uma beshada (www.bpnews.net/36941).

25 Abakhuleki baPH eNdiya naseNepal, bacela eNkosi-ni ukuba ilunga nelunga liqine ekukholweni. Sikhuleke

ukuba kwengezwe abesifazane abazovolontiya ukusungula nokuhola amaqembu omkhuleko.

26 Nkulunkulu sebenzisa izinhlelo zakwaWoH eziku-maCD’s ezinikezelwe kwizikhungo ezisebenza nabesi-

fazane namantombazane aphoqwa ukudayisa ngemizimba nala-bo besifazane abadinga uthando lukaNkulunkulu.

27 Abasemagunyeni mabavikele amakholwa aseNdiya kanye namakhaya abo, namasonto, nezikole nendawo

yezintandane. Sikhulekele namakholwa ahlukunyezwe ngoko-cansi, abashayiwe, abashisiwe, kanye nemindeni yalabo abab-ulewe.

28 Abesifazane baseNdiya bakwazi ukumelana namasiko nempoqo yemindeni yokuba bazale abantwana babafa-

na, okubaholela ekutheni bahushule izisu uma kuwumntwana wentombazane noma bambulale esazalwa nje.

29 Abasemagunyeni eNdiya bafundise abaqambi bemith-etho, nabasebenzi bezokuxhumana, nabaqashi, kanye

nomphakathi wonke mayelana nokuhlonishwa kwabantu besi-fazane nabantwana bamantombazane.

30 Imindeni yaseNepal ibambeke ekusweleni nethemba lincane ngekusasa elingcono. Asikhuleke ukuthi aban-

ingi bezwe ngothando lukaKrestu analo ngabo nesithunzi aba-bele sona njengabantwana bakaNkulunkulu.

31 Ukuhlakanipha nokwengezwa koqeqesho lwamavo-lontiya akaPH nabasebenzi abazama ukululeka noku-

fundisa abalaleli WoH namanxusa abaningi babo bahluphe-ka kakhulu bahlala ezindaweni ezingekho ezingeni elihle futhi baqonda kancane ngothando lukaJesu Krestu analo ngabo.

Sikhulekela

Abesifazane eNdiya nase Nepal

Ikhalende lomkhulekoMarch 2015

isiZulu

Page 2: Abesifazane · fazane bathole izifundiso ngengculazi nokuthi bangayivikela kan - jani ingabhebhetheki. Balinganiselwa ku2.4 wezigidi abaseNdiya abaphila nesandulela ngculazi nengculazi,

la ngoJesu Krestu ngalendlela, Ngicela ningikhulekise ukuze ngik-wazi ukutshela abaningi abesifazane ngaJesu Krestu, Ngiyabonga ngokungikhuthaza ngalomthombo”

7 Amantombanzanyana alinganiselwa eminyakeni eyisih-lanu eNepal adayiswa imindeni yawo ukuba izigqila zaseIn-

dia naseChina. Amaningi awo aphoqwa ukusebenza amahora amaningi ubusuku nemini, baphiwe ukudla okuncane, bapho-qwe ukulala phansi. Nikhulekele namantombazane adayiselwa ukuthengisa ngomzimba, ukudlwengulwa, ukushushiswa, bap-hoqwa ukusebenzela abadoda amaningi ngosuku olulodwa.

8 Amakhosikazi athi ancama ukufa kunokungahloniphi imin-deni yabo ngenxa yamasiko angenabulungiswa. Sikhulekele

ukuthi baqonde ilungelo labo kuNkulunkulu bamukele ithemba ngoJesu Krestu.

9 Abesifazane baseNepal abashiywe abayeni babo ngenxa yokungabatholeli abantwana babafana. Sikhulekele ukuthi

bazi uNkulunkulu ngeke abashiye futhi uyohlala ebathanda eba-nakekela.

10 Abantu baseNepal ukuba bamukele inkululeko enku-lu kwezenkolo. Nepal bekusemthethweni ukuba inko-

lo yamaHindu ngaphambi kokuba kufike impucuzeko ngo2008. kusekhona abaphoqa ukuba kuphendukelwe kulenkolo. Sikhuleke ukuba uNgqongqoshe omusha angahlonipha ukuz-inikela komphakathi wakhe enkululekweni yenkolo kumthetho sisekelo kazwelonke omusha.

11 Sikhulekele abesifazane abangatholanga ithuba lokufun-da, nokubhala. Sikhuleke ukuba ithimba likaTWR/PH

bakwazi ukwenza izinhlelo zokufundisa abesifazane.

12 .Abesifazane abacwasiweyo abafundiswe ukuqoqa im-fucuza nendle ukuze bathole okuya ethunjini, bavunyel-

we ukukhaphela imfuyo yabo kumadlelo aseduze, noma iholo elincane okwenekayo lingatholakali, eminye imiphakathi iseben-zisa abesifazane ibasabise uma bezama ukuyeka.

13 Omama baseIndia naseNepal bazi ukuthi amadodakazi abo mahle futhi adinga ukuba bawavikele, bawaphathe

ngenhlonipho. Sikhulekele omamezala ukuba bakhusele om-alokazane babo, futhi bafundise amadodana nabazukulu uku-bahlonipha nabo.

14 Abesifazane baseNdiya abanomthelela wesandulela ngculazi ngenxa yabayeni babo ababe nocansi olunga-

vikelekile nabadayisa ngomzimba. Sikhulekele ukuba laba besi-

1 Ukuvikeleka nesithunzi kwabesifazane namantombazane eIndia naseNepal, lapho kuhushulwa izisu, ukudlwengulwa,

ukuthunjwa, ukubulawa nokulengiswa kwabesifazane nokuday-iswa kuyinto ejwayelekile. (Amahubo 82:3-4)

2 Project Hannah’s 11 Women of Hope teams in India: Assa-mese (Deena, Dipali, Sneha, Malabika); Bengali (Indrani,

Maitree, Ruma, Punyasashi, Iti, Meenakshi); Gujarati (Evangeli-na, Rekha, Snehlataben, Ilaben, Alkaben, Nehaben, Daisy); Hindi (Meena, Reena, Christine, Kantha); Indian English (Anu, Abhila-sha, Ashwini, Rekha, Rosy); Kannada (Rosy, Mabel, Elizabeth, Sunita); Malayalam (Sisy, Shincy, Beaula, Susy, Shirly, Shiny); Oriya (Parisuta, Kalyani, Pratibha, Bijaya, Sanjuprabha, Nibedita, Prasanna, Jena); Punjabi (Angelina, Surinder, Vinita, Smrita, Ruth, Mukund); Tamil (Thangam, Jessica, Esther, Jessie, Amala, Kaaru-nya, Sheela); and Telugu (Lily Rose, Suma, Prasana, P. Sujatha). Sikhulekele abesifazane abasizwa ilezizinhlelo emsakazweni, in-ternet nakumaCd’s

3 Abesifazane abangenakufunda nokulalela ngokuxhumana kokukhuluma. Izinhlelo zomsakazo ziyithuluzi eliqavile

kwabesifazane nemindeni yabo. Sikhulekele amaqembu aman-cane ahlangana eIndia naseNepal ukuba alalele izinhlelo zabesi-fazane (Women of Hope progammes) baxoxisane ngezihloko za-zo bakhuthazane.

4 Project Hannah’s Nepali Women of Hope production team (Sushma, Tulsa, Sujana, Rameshori) nabalalela bathole imi-

soco yezempilo nolwazi ebudlelwaneni okwenza izimpilo ezing-cono.

5 Izinsiza kuqwashisa ezingenza ngcono izimpilo zabesi-fazane namantombazane. Izinhlelo zemisakazo, imidlalo

yeshashalazi emigwaqweni, Ubufakaziso bemfundo ephakeme, izinsuku zomkhuleko, izinhlelo emabandleni ezithinta ukuhluku-nyezwa nobugqila kwabesifazane

6 Abesifazane ababelana ngezinhlelo zakwaWomen of Hope nabanye. Omunye umlaleli ubhale wathi “Ubaba unesikole

esincane sabantulayo, okungesona esabezenkolo,. Nginemiyale-zo emibalwa yezinhlelo zomsakazo (Bengali Women of Hope) ku-makhalekhukhwini wami. Kanye ngeviki ngihlanganyela nobaba esikoleni ukudlala lezinhlelo komama abafika nabantwana babo, Ngibonga ngidumisa uNkulunkulu ukuthi ngiyakwazi ukubatshe-

M a r c h 2 0 1 5 • S i k h u l e k e l a a b e S i f a z a n e e n d i ya n a S e n e pa l

P r o j e c t H a n n a h • P O B o x 4 2 3 2 , K e m p t o n P a r k , 1 6 2 0 • P h o n e : 0 1 1 9 7 4 2 8 8 6 • i n f o @ p h a f r i c a . o r g • w w w . p h a f r i c a . o r g

S i c e l a n i k h u l e k e l e . . .UJesu wamazisa owesifazane ehamba emhla-

beni emelana namasiko nezimfundiso,. Efundi-sa abazimisele benjengofakazi abathembekile.

Ephilisa abagulayo. Wamvikela owesifazane owayeban-jwe ephinga (Johane 4:7-29), ekhuluma obala kowesi-fazane osezingeni eliphansi emupha isipho sokuphila oku-phakade.

Abesifazane namantombazane aseNdiya naseNepal babonakala bewumthalo. Izigidi zamantombazane ziya-hushulwa, zilanjiswe kuze zife ngoba imindeni yabo ifu-na kuzalwe abafana. Abanye badayiswa imindeni yabo, abanye banikelwa ethempelini ukudayisa ngomzimba ukuze imindeni yabo ingazoba nesidingo sokubondla nokubanakekela.

INdiya ingeyesine lamazwe emhlabeni ayingozi kwabesifazane U100 million ubandakanywa ekudayiseni ngomzimba 50 million uyalahleka ngenxa yokuhushulwa. Phakathi kuka 5,000 no 12,000 wamantombazane ano(16 yrs) aseNepal ayadayiswa abe izigqila eNdiya, Middle East, Hong Kong, China nakwezinye indawo minyaka yonke.

Udlame lwasemakhaya, ukuphathwa kabi kwa-bafelokazi, ukushadiswa kwezingane, ukubulawa ngesi-hluku, ukudlwengulwa, ucansi ukuze kuhushulwe izisu, amasiko acekela phansi eNdiya naseNepal.

Abaholi baseNdiya naseNepal bazama ukwenza ngco-no izimpilo zabesifazane kodwa ukushintsha amasiko kuwumbono owandile emhlabeni (uKathmandu) ohola eNepal uveze amabhasi athwala abesifazane bodwa uku-nciphisa ukuhlukunyezwa emabhasini kwabesifazane. Kwakhiwe 500,000 wezindlu zangasese ezisazonezelwa ukwenza ngcono impilo ezweni, lapho abawu600 million abanazo izindawo zangasese ezanele.Imithombo: www.foxnews.com and www.timesofindia.comwww.hrw.org/news/2014/08/25/india-caste-forced-clean-human-waste http://in.reuters.com/article/2014/12/23/india-health-budget-idINK-BN0K10Y020141223 www.bbc.com/news/world-asia-india-30647504

U