8

Umljan17p00

Embed Size (px)

DESCRIPTION

 

Citation preview

Page 1: Umljan17p00
Page 2: Umljan17p00

2 IZINDABA Umlazi Eyethu- 17 January 2014

ISIMO SEZULU IZINKANYEZI

Thursday Max

Max

Max

Max

200C

220C

200C

190C

300C

300C

240C

270C E

S

NE

NE

Wind

Wind

Wind

Wind

Min

Min

Min

Min

Friday

Saturday

Sunday

Aries Kulelisonto uzokwazi ukubuka yonke into ngehlo elihle. Uzolibona iqhaza lakho emphakathini. Uzokuba nenh-lanhla kulelisonto, uqale nengxenye entsha yempilo yakho. Kungenzeka kubekhona othile ozovumbuka em-pilweni yakho afune ukuba umnike isikhathi sakhe uphinde umbuke njengomuntu obalulekile.

Taurus Kumele ulungiselele ushintsho nokumele ukuthi ugweme ukuvuna abathile. Indlela oziphethe ngayo yiyo engakusiza ufinyelele lapho ozimisele ngokuba ufike khona. Umangabe uzosheshe usukume, uzokwazi ukulwisana nezingqinamba ngaphambi kokuba zibe yizinkinga ezinkulu.

GeminiKuzomele ukwazi ukubhekana nokwesaba ukuba wedwa. Kungen-zeka uzibone unengcindezi, kodwa uzokwazi ukumela izinkolelo zakho. Kuzomele kubekhona okwenzayo ukuba yingxenye yeqembu. Wenze umsebenzi oncomekayo kodwa

manje sekuyisikhathi sokuba wenze kangcono. Cancer Uzobona ukuthi kukhona okusho-dayo. Imizwa yakho izokwenza ufune ukubanga umsindo, ungakuvu-meli lokho ngoba kuzokwenza ukuba ushintshe indlela abantu abakubuka ngayo. Uyazi uma usuziholela eweni. Kuzomele ufunde ukuhlukanisa impilo yakho yangasese neyasemsebenzini.

Leo Kuzomele uzitholele wena ulwazi oluthile. Kungenzeka ubone imizwa yakho kuyiyo ekuholayo, wenze okuthile umangabe usuzimisele ngokulalela abanye, ulalele nenhliziyo yakho. Abanye bazofuna ukungenel-ela kodwa kumele ufunde ukuzenzela wena izinqumo, ufunde nokusebenza wedwa.

Virgo Uzokwazi ukubhekana nezinto ezi-kunike inkinga ngokwedlule. Uwena wedwa owaziyo ukuthi kungani uz-izwa ungaphansi kwengcindezi. Zama

ukuphatha kahle izivakashi, uma uvakashile ube yisivakashi esinosizo.

Libra Uzokwazi ukubhekana nezindaba zasekhaya, ukwazi nokusungula injabulo. Kuzovumbuka imicabango emihle nabantu ozothanda ukuba nabo. Ungavumeli ukuba abantu bak-uphazamise kohlele ukuba ukwenze. Cela usizo uma ufuna ukuboniswa, ukwazi ukunquma ukuthi uzimisele ngokwenzani.

Scorpio Uzokwazi ukuba ungatatazeli, wenze okukodwa ngesikhathi, uqhubekele kokulandelayo. Uzokwazi ukuqonda okwenzekayo, kungenzeka kubek-hona ozothola ukwenzakaliswa. Kuzomele wazi ukuthi awusiye um-suka wezinkinga ezikhona njengoba kungenzeka kubekhona ophambanisa ulwazi ngokwenzekayo.

Sagittarius Uzokwazi ukusebenzisa imicabango yakho. Uzokwazi ukwenza othile azifele ngawe acabange nokuthi ub-

alulekile. Ingcindezi encane iyakusiza ugqugquzeleke.

Capricorn Izinguquko ekhaya zizokusiza ukuba wenze ezinye emsebenzini. Uzokwazi ukuhlomula kulelisonto. Ungakwazi ukuzibandakanya ezinhlel-weni eziningi ngaphandle kokuzizwa ucindezelekile.

Aquarius Kuzomele uzibe izinto ezikufakela ingcindezi, uthole okufunayo nga-phandle kokuzibambezela. Izinto zizokuba ngokufunayo. Ukuxhumana nabathile kuzokusiza, izinto zigcine seziyimpumelelo.

Pisces Uzokwazi ukumelana nezinto okumele uzenze. Uzovulelekela am-athuba ukwazi nokuthola imihlomulo. Okunike izifundo ezithile uzofuna uzi-bonakalise, kuzomele ungazingabazi kodwa utshengise okufundile.

ISITHOMBE SEVIKI

Cell: 078 300 4074

EYETHUINSTHONALANGA

EYETHUINSTHONALANGA

Uma unenkinga yokungalitholi iphepha

shayela lenombolo yamahhala :

0800 4444 66

031 716 4532

115 Escom Road, New Germany, 3610

or drop off at 115 Escom Road, New Germany, 3610

Publisher:7 Stranack Str

Pietermaritzburg 3201

Cell: 084 297 2015031 716 4444

Tsepiso [email protected]

Sabelo [email protected]

Sales Consultant Thobile Blose

[email protected]:031 716 4541

Fax: 031 716 4532Cell: 079 227 8383

Bebethweswa iziqu abafundi baseMount Horeb School of Theology abafundela ubufundisi, ehholo lomphakathi kwa V ngempelasonto kukhona nabefundisi abaphuma kwezinye izifundazwe. Isithombe:

Sabelo Ngema

Khehlo Dlamini kwa Z: U-30% amamaki angamahle ngoba awukwazi ukungena enyuvesi ngawo. Amaphoyinti angakushaya ugcine usuhleli ekhaya noma uye ekolishi wenze into ongayifuni, wenzele ukungahlali ekhaya.

Phumelele Ngcobo kwa W: Iyabheda lento yokuthi umfundi aphase ngo 30% ngoba kukhona abaphasa ngo 80% pho bona bangahlulwa yini. Ukuphasa ngo 30% kufana nokuthi awufundanga lutho futhi angeke uyendawo.

Gugulethu Shezi (18) kwa Q: Uqede ngonyaka odlule eMlazi Secondary. “Basilimazile ngokwehlisa amamaki okuphasa ngoba uma usuya enyuvesi uba nenkinga. Sizogcina singayitholi nemisebenzi ngoba siphase kancane.’’

Nonhlanhla Thabethe kwa K: Akunankinga ukuphasa ngo 30% ngoba iningi labafundi lizothola ithuba lokuphasa uMatikuletsheni futhi intsha ikwazi ukuqeda isikole. Njengoba sibonile iningi liphasile kulonyaka.

Phindile Mbele (30) kwa N: Kuyasilimaza ukuphasa ngo 30% ngokwehlisa izinga lemfundo, yazi thina sihlulwa iZimbabwe ngokwezinga lemfundo. Sikuthole lokho ngenkathi sijutshwe iqembu leNkatha khona.

Linda Manqele kwa CC: Kungcono ukuphasa ngo 30% kunokuthi ugcine ungasiqedanga isikole, futhi zikhona izifundo ezinzima lapho umfundi angathola khona u30%, njengeMaths, hhayi zonke.

ABAYIZWA EMLAZI EYOKUPHASA UMATRIC NGO 30%Baphawula ngamamaki ka 30% okuphasa uMatric. Udaba nesithombe:

Sabelo Ngema noTsepiso Mndebele

BEKUMNANDI KULEZIZINSUKU KONUNUZA EMLAZIBEKUMNANDI KULEZIZINSUKU KONUNUZA EMLAZI

Bebezicuphile onunuzana begqokele uKhisimusi kwa K eMlazi.

Isithombe:Tsepiso Mndebele

Bezizimisela izingane eMlazi ngosuku lukaKhisimusi muvanje zivakashela

omakhelwane nabangani. Isithombe: Tsepiso Mndebele

Page 3: Umljan17p00
Page 4: Umljan17p00

Tel 031 3092019

5 John Zikhali Rd, DURBAN, 4001

www.facebook.com/futurahigh Email: [email protected] Web: www.futurahigh.co.za

Safe central school Caring teachers Sports & cultural Repeaters welcome Career guidance Accredited Umalusi Computer lab

FOR MORE INFORMATIONCONTACT US!

FOIN

JAZFORD

ACADEMY

F

JAAAZZFFOOORDDD

AACAADDDEMMYYYACADDJAZFORD

ACADEMYJAZFORD

ACADEMY

our offered qualifications

are internationally reconized

Place 20 Police Station Road,

Isipingo Rail

FREE ACRYLIC

& GEL TRAINING

ENROLLMENTS NOW OPEN!!!

Don’t MISS this Opportunity

to make

your dreams a reality

OPENIN

G

SPEC

IALS

OOPENIN

G

SPEC

IALS

OR MFOF MOREMORE

Join the Lucrative hair & beauty industry

with our fantasic easy-to use learn practical based

programme

PART-TIME AND

FULL-TIME

CLASSES AVAIL-

ABLE TO SUIT YOU!

EASYMONTHLYPAYMENT

PLAN!

Office Number031-902 5149079-274 7475

•Manicure & Pedicure• Make Up• Waxing & Threading

• Eyebrow & EyelashTinting

• Indain Head Massage• Swedish Massage

• Skincare• Hotstone•

• Cutting• Styling• Tinting• Relaxing

• Spa Pedicure & Manicure

• Lymphatic Drainage• CelluliteFirming

&M•M•Mananiic ruree •

& Pedicure&

Beauty Therapy

N• Cutting

HAIRDRESSING

• Spa Pedicure &

SPA THERAPY

Aromatherapy

BY CITY & GUILDS OF LONDON, WITH WORKING OPPORTUNITIES

OVERSEAS & ABROAD CRUISE SHIPS TO OUR OFFERED QUALIFICATIONS ARE INTERNATIONALLY RECOGNIZED

Page 5: Umljan17p00
Page 6: Umljan17p00

0800VACANCIES

OVEREATERSANONYMOUS

Can`t control your eating?Need help? Call:

Christine 083 409 8309.MX097905

DIAL A PRAYERA free service to thecommunity. Confidentiallymaintained. 9.00am to9.00pm. J3-16

Call: 072 845 2060.MX097902

0002Community Care

Page 7: Umljan17p00
Page 8: Umljan17p00