8

Umlsep20p00

Embed Size (px)

DESCRIPTION

Umlazi 20 September 2013 edition

Citation preview

2 IZINDABA Umlazi Eyethu - 20 September 2013

ISIMO SEZULU IZINKANYEZI

EYETHUINSTHONALANGA

EYETHUINSTHONALANGA

Cell: 078 300 4074

Tsepiso [email protected]

Thursday, 19 September 2013Min 18°C Max 33°C

Weather Sunny Wind NE

Friday, 20 September 2013Min 12°C Max 30°C

Weather Rainy Wind S

Saturday, 21 September 2013Min 12°C Max 21°C

Weather Rainy Wind SE

Sunday, 22 September 2013Min 12°C Max 23°C

Weather Cloudy Wind NE

ISITHOMBE SEVIKITel: 031 716 4403

Uma unenkinga yokungalitholi

iphepha shayela lenombolo

yamahhala :0800 4444 66

Aries Uzozizwa kahle ikakhulukazi mayelana nempilo yakho yangasese neyomsebenzi. Kuzomele ubhekisise, ukhethe ngobuhlakani. Thatha isikha-thi sakho uchithe isikhathi nezingane, uzobona ukuthi zisidinga ngempela isikhathi sakho. Akumele ulahlekelwe yisineke, ukweseka abathile kuzo-kusebenzela kunokugxeka.

Taurus Uzogcina isikhathi futhi ube nenh-lanhla. Ukuxhumana nokuqonda abathile kuzodlondlobala. Hlela ukuba nesikhathi nabangani nomndeni. Uku-ncintisana kungalisiza iqembu lakho, ikakhulukazi uma nihlose okuhle ngakho. Okumele uphokophelele kukho akusikhona ukwehlula abathile kodwa ukubagqugquzela.

GeminiUzokwazi ukuchitha isikhathi wed-wana, uphumule. Kuzomele wehlise ijubane ukuze ukwazi ukuthola isikha-thi sakho, nawe uqobo. Khuluma uveze imicabango yakho. Sebenzisa isikhathi sakho uma ungekho ma-

tasa usichithe nomndeni uqale futhi uhlelele ikusasa.

Cancer Uzokuba matasa nomndeni nangezinye izinhlelo, ukukhuluma nothile kungaba ngokubalulekile. Kuzomele uphokophelele kwikusasa lakho ubukisise izinto esezenzekile. Kuzomele ubhekisise amathalente akho, uzame ukubhekisisa indlela ozizwa ngayo.

Leo Kuzokuba khona izinguquko ezithile empilweni yakho. Ukwenza okuthile okungamele ukwenze kungenza ubudlelwane bakho nosebenza naye bube sengcupheni. Ulwazi olubona lungabalulekile lungaba ngolubalule-kile ngokuthile.

Virgo Uzokwazi ukuxhumana nabantu uveze nemibono yakho yobuchule. Noma ngabe ukholelwa kwini, uzo-vuseleleka kulelisonto. Uyazi akukho lula ukuthola nanoma yini oyifunayo umangabe uzoyenza wedwa. Veza

amakhono akho obuholi ukwazi uku-veza imibono emisha. Ukuxhumana nabantu ngokuyikho kuzokusiza.

Libra Uyakwazi ukwamukela abantu futhi ubenze bazizwe besekhaya. Sebenzisa ubuchule bakho wenze izinguquko empilweni yakho. Uma unezinhlelo ezithile, kuzomele wazise abazothintwa yizo, kungenzeka bakuthokozele. Buza uma unokung-abaza, uthole isikhathi sekhefu.

Scorpio Uzothola amathuba amasha. Unogqo-zu futhi ungakwazi ukufinyelela lapho uhlose khona. Kukhona abazodinga isikhathi sakho. Kungenzeka umeny-we uthathe uhambo. Ukuxhumana kwesikhathi eside nabathile kungasiza ufinyelele emaphusheni akho.

Sagittarius Kungenzeka ube sebudlelwaneni obusha noma kuvuseleleke obudala. Intshisekelo kuphela ezokhomba indlela. Ungasabi ukuthatha izinqumo ezingenza ugcine ujabule ngempilo

yakho. Ukuba nesihe kungakusiza uthole okufunayo.

Capricorn Kulelisonto uzokwazi ukubhekana nokumele ukwenze empilweni yakho yomsebenzi ekwenza ube nokungabaza ngokwenzayo. Ulwazi osulufune amasonto kungenzeka luqhamuke manje.

Aquarius Uzokwazi ukuphindela ezinhlelweni zakho, uzodinga usizo lomngani. Uzozethemba futhi ubone ukuthi unethalente elingakanani. Umangabe uzozimisela uzokwazi ukuthola ukuhlonishwa nokungenzeka uphinde uthole imali ethe xaxa.

Pisces Kulelisonto, ukungabi bikho kwa-makhono athile kosebenzisana nabo kungenzeka kukuthinte. Zama uku-qinisekisa ukuthi okumele kwenziwe uyakwenza. Kungakusiza ukuthatha ikhefu, uqhelelane kancane nabantu.

Umbali omkhulu iStatistician-General uPali Lehohla udansa nekhwaya yaseDloko High yakwa J eMlazi. Bebesengqungqutheleni ISIbala, yokubala nokucwaninga ebiseMoses Mabhida Stadium eThekwini. Isithombe:

Reinhardt Hartzenberg

UMBONO WABASEMLAZI NGOBUGEBENGU ELOKISHINI

Sibuze umphakathi waseMlazi ngokuthi ubugebengu bukhushulwa yini eMlazi nokuthi yini engenziwa ukubehlisa. Udaba nezithombe: Sabelo Ngema noTsepiso Mndebele

Thulisile Mbambo kwa H: Ubugebengu bukhushulwa ukuthi Intsha eningi ayisebenzi ngakho-ke uma uswele imali wenza noma yini ukuze ukwazi ukuziphilisa, nezinto obungaqondile ukuzenza njengokweba nokubamba inkunzi.

Busisiwe Nxumalo (53) kwa K: Ukwanda kwamajoyinti ikhona okwenza ukuthi kwande ubugebengu nezidakamizwa zitholakala kalula. Kumele amajoyinti asheshe avale ukuze kungabikhona abahamba emigwaqeni ebusuku

Mlungisi Bhengu (22) kwa L: Imisebenzi ayikho ngakho-ke abantu baswela into abangayenza bese benza izinto ezingasile njengobugebengu nokudayisa utshwala nezidakamizwa. Namaphoyisa nawo awanele ukuba aqaphe isimo ebusuku

Thokozani “Gaps” Sithole (28) wakwa A: Inkunzi ibhokile lapha kwa A ngaseZwelethu esiteshini sesitimela ngezikhathi zantambama. Abantu babanjwa ngezibhamu abanye ngemimese. Kuyosiza ukusebenzisana ne-Forum namakhansela.

Hlengiwe Mcineka (22) kwa G: Ngibona izinga lobugebengu lehlile eMlazi mawuqhathanisa kusukela 2010 kuya ku 2013, kakhulukazi kwa C nakwa G. Into edala ukuthi izinga lehle ukuthi umphakathi awusazithengi izinto ezintshontshiwe emaseleni.

Nokuthula Ngwane (16) wakwa H: Ngasekhaya khona abangani bami ababanjwa inkunzi bephuma ukuyocula ngoLwesihlanu olwedlule, bakhonjwa ngezibhamu baphuncwa ifoni. Akuboshwe izigebengu ezibamba inkunzi nabafana bewunga.

Nhlanhla Gebashe (30) kwa W: Izinga lobugebengu liyehla, newunga iyehla, okusho ukuthi intsha isiqalile ukuzimbandakanya nezinhlelo emphakathini njengokucula, ukudansa, nokunye. Into ezosiza ukuzibandakanya nezinhlelo zokubambisana

4 IZINDABA Umlazi Eyethu - 20 September 2013

BENGIFUNA UKUBHALELA UKUFA INCWADI

INGOSI

KAZIYAMPANSA

Ncamisile Gumede

INGOSI YODUMO KANOMVULA

Nomvula Ntuli

Kufa bakubiza ngenuku Mina ngikubiza ngenono Ngoba uthatha bonke

esibathandayoUsiphuca bonke esibadinga

ezimpilweni zethu.Usiphuca abawusizo kithi.Sebekuqambe amaningi

amagama lawa.Bengifuna ukubhalela ukufa

incwadi! Kodwa ngoba kufa

awunangqondo Awunanhliziyo awunamehlo nazindlebe angeke ukwazi ukuyifunda ukube unengqondo ngabe

abantu awubathathi kabuhlungu kanje sibadinga.Ngiyafi sa ukwazi ukuthi

ubaqoqa nje uzobenzani Ngoba ithina esibadingayo

hhayi wena.Kufa unonya uyisehluleki Usungaze uthathe abazali

babantwana kanje?Usungaze uphuce izingane

ithemba lazo.Usungaze ushiye amadoda

engenabafazi.usungaze ushiye abafazi

bengenamadoda.Abazali babantwana nabo

bayakhala ubaphuce laba ebese

bethembele kubo.Imigwaqo yethu igcwele igazi ngenxa yakho kufa ndini! Angikuncomi kodwa

ngiyakhala ngawe kufa...Sesikubonile ukhona phuma manje ezimpilweni

zethu sekwanele, sesikhalile

kubuhlungu.ake usixolele manje.Mindeni elahlekelwe

ubuhlungu siyabuzwa nathi. Kubo bonke abalahlekelwe

imiphefumulo yabo ngithi Inkosi ibaphe

ukuphumula kwafuthi nokukhanya

kwaphakade kuba khanyele baphumule ngobuhle

Amen.Bengifuna ukubhalela ukufa

incwadi.#Ziyampansa LaPoetSohlangana kufacebook

Ncamisile Zinsizwaziyampansa Zinsizwaziyamubanga Gumede.

INKULU INDABA NGOMA WENGANE

Ngivumeleni namhlanje ngithinte nansi indaba wonke umuntu wesifazane akhala ngayo.

Wonke umuntu umuzwa ethi angimufuni umuntu onengane.

Into engiyiqaphelile akukhona ukuthi akazifuni izingane kodwa uxakwa izimo abhekana nazo ngenxa yezingane.

Mase sikhuluma nje bakithi ukuba nengane nomunye umuntu akungakwenzi udelele ilungelo lomunye umuntu.

Ngoba lomuntu alwa ngaye baneminyaka emibili bahlukana. Uyolwa ngengane asebenzise ukuthi mina ngiwuma wengane.

Lento ihamba ibe inkinga ngoba lobaba wengane uzogcina engasayinambithisisi kahle ingane.

Kanti nalobaba wengane maseshada lomama ongasemama wengane kuzoba kubi ubudlelwane phakathi kwabo ukuthi nansi lengane engenza ngingajabuli.

Ulwe ngengane ukhohlwe lengane inelungelo lokusondela kubaba wayo.

Manje masuzoyenza ingamukeleki ngoba yini. Wakhishwa omunye umuntu kodwa usalwa nomunye namanje,

inhliziyo ayidele bo!Isikhathi sakho siphelile impilo

iyaqhubeka njengoba washiywa khona abazokucosha.

Ungaziphusheli entweni engakujabulisi nengasakudingi ngoba usubonile awudingeki, shiya uJehova ukubekele okungcono.

Musa futhi ukuvumela umuntu akwenze umata wakhe ngoba uwuma wengane. Ungahlali nje ngoba uthi wenzela ingane.

Kade babesala omawengane bephila bengabulawa ukuthi bashiyiwe.

Ungazenzi nje isithutha nehlaya labantu, usuyaziwa nango-ke umawengane.

Usuhlulwa nawukuthengela umntwana amasokisi ngoba unobaba wengane usuzolwa ngalamasokisi nale vest

oyifunayo.Ngoba nakhu uwumawengane

sonke lesikhathi ubungaboni kumele ubelesele indoda ngokucela izinto.

Suzwe ukuthi iyashada nje indoda noma isinomunye usubona kumele ufune noma yini.

Kunalabantu besilisa abakuhloniphayo ukuthi unengane yakhe useyothwala kanzima umntwanomuntu.

Usufi ka ehleli nomuntu wakhe. Ungavumi nje ukuba inhlekisa kubantu. Awuke uziqhenye nje ngokuthi ushiyiwe akuphelile ngawe.

UNkulunkulu usakudekela itafula.

Asihlangane ku-email [email protected] noma nomvula gundy ntuli.

GOGO TRYPHINA

A VALUE FENCING•From R150 per m•Wire,Palisades•Gates•Flat Wrap, Coil•Electric & Concrete Walls

084 203 5394 or031 301 7268

or 031 459 2303PN004274

0270Fencing & Gates

0200HOME

IMPROVEMENTS

OVEREATERSANONYMOUS

Can`t control your eating?Need help? Call:

Christine 083 409 8309.MX096532

DIAL A PRAYERA free service to thecommunity. Confidentiallymaintained. 9.00am to9.00pm. J3-16

Call: 072 845 2060.MX096529

0002Community Care

0000NOTICES

TIPS,ADVICE& SAVVYINFOTOMAKE LIFE

EASY

Greatgiveaways+ amazingdeals

����� � Ř ������� ���

WIN!DESIGNER

EARRINGS&

AWEEKEND

GETAWAY

FOR2

GOTOCLUBSENSE.CO.ZA&JOINTODAY

GREATDEALS

LEARN TO

Plantaveggie

garden+declutter

likeapro

EASY BEAUTY

SOLUTIONS

Secrets to radiant

skin&hairheroes

GETYOUR

GRILLON

3 easy braai

recipes to try

THETRUTH

ABOUTFATS

+5 foods toboost

yourmood

Amazing

giveaways

MONEY

ADVICE

NEWGADGETS

JoinClubSENSE.co.za

VIEW+PRINTYOUR FREEELECTRONIC

COPYof Sense

magazine atClubSENSE.co.za

Want to earn a extra income!!!

Join Avon today and become a

representative, sms your name to

084 424 9249

38-u

m-a

von

7IZINDABAUmlazi Eyethu - 20 September 2013 7

LOG STANDINGS (STREAM A)08 – 09 – 2013

P W D L F A PTS

DBN PILLARS 23 15 5 3 34 18 50

COASTAL KZN 23 14 6 3 51 21 48

MALUKAZI 23 13 8 2 32 18 47

M5 23 14 4 5 38 25 46

TJ STARS 23 12 6 5 33 22 42

YOUNG STARS 23 10 5 8 34 31 35

REAL ONE 22 9 6 7 34 23 33

GOLDEN ARROWS 22 8 8 6 28 23 32

J BUCS 23 9 3 11 28 36 30

REAL KNOCKERS 23 8 5 10 37 31 29

NYLON STARS 23 8 5 10 29 35 29

ASEC MIMOSA 23 7 6 10 20 27 29

LOCAL UNITED 23 8 4 11 24 29 28

VOLCANO 23 6 5 12 26 32 23

HEROES 23 6 5 12 27 33 23

YOUNG LION 23 4 7 12 28 42 19

BRIGHT STARS 23 4 4 15 14 44 16

BLACK STARS 23 3 5 15 20 47 14

LET’S BE CLEAR– apply on time to UJ!

YOU CAN APPLY TO UJ TWO WAYS

IN PERSON, ON HARDCOPY

OR

ONLINE

To do so:

1 FILL in the hardcopy of theUJ application form

2 PAY the R100 application fee3 ATTACH certified copies of your ID,

FINAL grade 11/12 results andproof of payment

4 SUBMIT your form to a StudentEnrolment Centre on any campus

To do so:

1 COMPLETE the UJ online applicationform at www.uj.ac.za/Apply

2 PAY the R100 application fee online3 FOLLOW the rest of the online

application steps4 EMAIL certified copies of ID

and FINAL grade 11/12 results(as instructed on the online process)

27 September 2013 @ 12:00 is the deadline

NOTE:• The NSFAS funding application deadline is 1 October however you need to start preparing your application

early to beat the queues. Visit www.uj.ac.za/nsfas.• Residence applications close on 27 September 2013.• International/Refugees/Asylum seekers applications close on 30 August 2013.• All first-year applicants are required to take part in the National Benchmark Testing – visit http://nbt.ac.za

for more information.

For further information call011 559 4555 or scan the QR Code